Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 10
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Mathewu Okuphakathi

      • Abaphostoli abangu-12 (1-4)

      • Iziqondiso zenkonzo (5-15)

      • Abafundi bayoshushiswa (16-25)

      • Yesabani uNkulunkulu, hhayi abantu (26-31)

      • Hhayi ukuthula kodwa inkemba (32-39)

      • Ukwamukela abafundi bakaJesu (40-42)

Mathewu 10:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 3:14, 15; 6:7; Luk 9:1, 2

Mathewu 10:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 3:16-19; Luk 6:13-16; IzE 1:13
  • +Joh 1:42; IzE 15:14
  • +Mar 1:16; Joh 1:40
  • +Mat 4:21

Mathewu 10:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 1:45
  • +Joh 11:16; 20:27
  • +Mar 2:14; Luk 5:27

Mathewu 10:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “oshisekayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 26:47; Joh 13:18

Mathewu 10:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 6:7; Luk 9:1, 2
  • +2Kh 17:24

Mathewu 10:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 53:6; Hez 34:6; IzE 13:45, 46

Mathewu 10:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 4:17; Luk 10:9

Mathewu 10:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 9:2

Mathewu 10:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 6:8, 9

Mathewu 10:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nangubo yokushintsha.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 9:3
  • +Luk 10:7; 1Ko 9:7, 14

Mathewu 10:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 6:10; Luk 9:4

Mathewu 10:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 10:5

Mathewu 10:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 6:11; Luk 9:5; 10:6, 11; IzE 13:50, 51

Mathewu 10:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 19:4, 5; 2Pe 2:6; Jud 7

Mathewu 10:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Flp 2:14, 15

Mathewu 10:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 24:9
  • +IzE 5:40; 2Ko 11:24
  • +Mat 23:34; Mar 13:9; Luk 21:12, 13

Mathewu 10:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 4:8; 24:10; 25:23; 26:25; 27:23, 24
  • +Mat 24:14

Mathewu 10:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 13:11; Luk 12:11, 12; 21:14, 15

Mathewu 10:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 14:26

Mathewu 10:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mik 7:6; Mat 10:36

Mathewu 10:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “okhuthazela kuze kube.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 24:9; Luk 21:17; Joh 15:21
  • +Mat 24:13; Luk 21:19; IsA 2:10

Mathewu 10:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 23:34; IzE 8:1

Mathewu 10:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 15:20

Mathewu 10:25

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Yigama elibhekisela kuSathane, isikhulu, noma umbusi wamademoni.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Pe 2:21
  • +Mat 12:24; Mar 3:22; Luk 11:15; Joh 8:48

Mathewu 10:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 4:22; Luk 8:17

Mathewu 10:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 12:3

Mathewu 10:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 29:25; IsA 2:10
  • +Luk 12:4, 5; Heb 10:31

Mathewu 10:29

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki, “nge-asariyoni.” Bheka iSithasiselo B14.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 12:6, 7

Mathewu 10:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 6:26

Mathewu 10:32

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 10:9
  • +Luk 12:8, 9; IsA 3:5

Mathewu 10:33

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 8:38; Luk 9:26; 2Ti 2:12

Mathewu 10:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 12:51-53

Mathewu 10:35

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mik 7:6

Mathewu 10:37

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 19:29; Luk 14:26

Mathewu 10:38

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 16:24, 25; Mar 8:34, 35; Luk 9:23; 14:27

Mathewu 10:39

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 17:33; Joh 12:25

Mathewu 10:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 25:40; Luk 10:16; Joh 12:44; 13:20

Mathewu 10:41

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 17:9, 10, 20-23; 2Kh 4:8, 13-17

Mathewu 10:42

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 25:40; Mar 9:41; Heb 6:10

Okunye

Math. 10:1Mar 3:14, 15; 6:7; Luk 9:1, 2
Math. 10:2Mar 3:16-19; Luk 6:13-16; IzE 1:13
Math. 10:2Joh 1:42; IzE 15:14
Math. 10:2Mar 1:16; Joh 1:40
Math. 10:2Mat 4:21
Math. 10:3Joh 1:45
Math. 10:3Joh 11:16; 20:27
Math. 10:3Mar 2:14; Luk 5:27
Math. 10:4Mat 26:47; Joh 13:18
Math. 10:5Mar 6:7; Luk 9:1, 2
Math. 10:52Kh 17:24
Math. 10:6Isay 53:6; Hez 34:6; IzE 13:45, 46
Math. 10:7Mat 4:17; Luk 10:9
Math. 10:8Luk 9:2
Math. 10:9Mar 6:8, 9
Math. 10:10Luk 9:3
Math. 10:10Luk 10:7; 1Ko 9:7, 14
Math. 10:11Mar 6:10; Luk 9:4
Math. 10:13Luk 10:5
Math. 10:14Mar 6:11; Luk 9:5; 10:6, 11; IzE 13:50, 51
Math. 10:15Gen 19:4, 5; 2Pe 2:6; Jud 7
Math. 10:16Flp 2:14, 15
Math. 10:17Mat 24:9
Math. 10:17IzE 5:40; 2Ko 11:24
Math. 10:17Mat 23:34; Mar 13:9; Luk 21:12, 13
Math. 10:18IzE 4:8; 24:10; 25:23; 26:25; 27:23, 24
Math. 10:18Mat 24:14
Math. 10:19Mar 13:11; Luk 12:11, 12; 21:14, 15
Math. 10:20Joh 14:26
Math. 10:21Mik 7:6; Mat 10:36
Math. 10:22Mat 24:9; Luk 21:17; Joh 15:21
Math. 10:22Mat 24:13; Luk 21:19; IsA 2:10
Math. 10:23Mat 23:34; IzE 8:1
Math. 10:24Joh 15:20
Math. 10:251Pe 2:21
Math. 10:25Mat 12:24; Mar 3:22; Luk 11:15; Joh 8:48
Math. 10:26Mar 4:22; Luk 8:17
Math. 10:27Luk 12:3
Math. 10:28IzA 29:25; IsA 2:10
Math. 10:28Luk 12:4, 5; Heb 10:31
Math. 10:29Luk 12:6, 7
Math. 10:31Mat 6:26
Math. 10:32Rom 10:9
Math. 10:32Luk 12:8, 9; IsA 3:5
Math. 10:33Mar 8:38; Luk 9:26; 2Ti 2:12
Math. 10:34Luk 12:51-53
Math. 10:35Mik 7:6
Math. 10:37Mat 19:29; Luk 14:26
Math. 10:38Mat 16:24, 25; Mar 8:34, 35; Luk 9:23; 14:27
Math. 10:39Luk 17:33; Joh 12:25
Math. 10:40Mat 25:40; Luk 10:16; Joh 12:44; 13:20
Math. 10:411Kh 17:9, 10, 20-23; 2Kh 4:8, 13-17
Math. 10:42Mat 25:40; Mar 9:41; Heb 6:10
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Mathewu 10:1-42

NgokukaMathewu

10 Ngakho wabiza abafundi bakhe abangu-12 wabanika igunya phezu kwemimoya engcolile, + ukuze bayixoshe futhi belaphe yonke inhlobo yesifo nayo yonke inhlobo yobuthakathaka.

2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo; 3 uFiliphu noBartolomewu; + uTomase + noMathewu + umqoqi wentela; uJakobe indodana ka-Alfewu; noThadewu; 4 uSimoni umKhanana;* noJuda Iskariyothe, lowo kamuva owamkhaphela. +

5 UJesu wabathuma laba abangu-12, wabanika lezi ziqondiso: + “Ningayi emgwaqweni wezizwe, futhi ningangeni kunoma yiliphi idolobha lamaSamariya; + 6 kodwa kunalokho, yanini njalo ezimvwini ezilahlekile zendlu ka-Israyeli. + 7 Njengoba nihamba, nishumayele nithi: ‘UMbuso wamazulu ususondele.’ + 8 Yelaphani abagulayo, + nivuse abafile, nenze abanochoko bahlanzeke, nixoshe amademoni. Namukele ngesihle, yiphani ngesihle. 9 Ningaphathi golide nasiliva nathusi esikhwameni senu semali esisebhandeni, + 10 nasikhwama somphako, nazingubo ezimbili,* nazimbadada naludondolo, + ngoba isisebenzi sifanelwe ukudla kwaso. +

11 “Kunoma yiliphi idolobha noma imizi eningena kuyo, funani ukuthi ubani ofanelekayo khona, nihlale khona nize nihambe. + 12 Lapho ningena endlini, yibingeleleni leyo ndlu. 13 Uma indlu inamukela, ukuthula eniyifisela kona makwehlele kuyo; + kodwa uma inganamukeli, ukuthula okuvela kini makubuyele kini. 14 Nomaphi lapho umuntu enganamukeli khona noma engawalaleli amazwi enu, lapho niphuma kuleyo ndlu noma kulelo dolobha nithintithe uthuli ezinyaweni zenu. + 15 Ngiqinisile ngithi kini, ngoSuku Lokwahlulela kuyoba nzima kakhulu kulelo dolobha kunaseSodoma naseGomora +.

16 “Nginithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho yibani abaqaphile njengezinyoka nokho nibe msulwa njengamajuba. + 17 Qaphelani abantu, ngoba bayoninikela ezinkantolo zendawo, + futhi banibhaxabule + emasinagogeni abo. + 18 Niyolethwa phambi kwababusi namakhosi + ngenxa yami. Ngaleyo ndlela niyokwazi ukufakaza ngami kubo nasezizweni. + 19 Nokho, lapho beninikela, ningakhathazeki ngokuthi niyokhuluma kanjani noma ngokuthi niyothini, ngoba lokho eniyokukhuluma niyokunikwa ngalo lelo hora; + 20 ngoba akunina nje enikhulumayo, kodwa ngumoya kaYihlo okhuluma ngani. + 21 Ngaphezu kwalokho, umuntu uyonikela umfowabo ekufeni, noyise umntanakhe, nabantwana bayovukela abazali bababulalise. + 22 Niyozondwa abantu bonke ngenxa yegama lami, + kodwa lowo okhuthazele kwaze kwaba* sekupheleni uyosindiswa. + 23 Uma benishushisa kwelinye idolobha, nibalekele kwelinye; + ngoba ngiqinisile ngithi kini, ngeke neze niqede ukujikeleza amadolobha akwa-Israyeli ingakafiki iNdodana yomuntu.

24 “Umfundi akekho ngaphezu komfundisi wakhe, nenceku ayikho ngaphezu kwenkosi yayo. + 25 Kwanele ngomfundi ukuba abe njengomfundisi wakhe, nenceku ukuba ibe njengenkosi yayo. + Uma abantu bebize umninindlu ngokuthi uBhelizebhubhe, *+ kakhulu kangakanani abendlu yakhe? 26 Ngakho ningabesabi, ngoba akukho okumboziwe okungeke kwambulwe, nokufihlekile okungeke kwaziwe. + 27 Lokho mina enginitshela khona ebumnyameni, nina kushoni ekukhanyeni, nalokho enikuzwa kuhletshwa, kushumayeleni phezu kwezindlu. + 28 Ningabesabi labo abangase babulale umzimba kodwa abangeke bakwazi ukunivimba ukuba niphile esikhathini esizayo; + kunalokho yesabani lowo onganibhubhisa eGehena. *+ 29 Ondlunkulu ababili abathengiswa yini ngohlamvu lwemali lwenani elincane?* Nokho ngeke kuwele phansi namunye wabo uYihlo angazi. + 30 Kodwa ngisho nezinwele ezisemakhanda enu zibaliwe zonke. 31 Ngakho ningesabi; nina nibaluleke ngaphezu kondlunkulu abaningi. +

32 “Khona-ke, wonke umuntu ongivumayo phambi kwabantu, + nami ngiyomvuma phambi kukaBaba osemazulwini. + 33 Kodwa noma ubani ongiphikayo phambi kwabantu, nami ngiyomphika phambi kukaBaba osemazulwini. + 34 Ningacabangi ukuthi ngizele ukuletha ukuthula emhlabeni; angizelanga ukuletha ukuthula, kodwa inkemba. + 35 Ngoba ngize ukuzobangela ukuhlukana, umuntu amelane noyise, nendodakazi imelane nonina, nomalokazana amelane noninazala. + 36 Ngempela, izitha zomuntu kuyoba abantu bomndeni wakhe. 37 Noma ubani othanda kakhulu uyise noma unina kunami akangifanele; futhi noma ubani othanda kakhulu indodana noma indodakazi kunami akangifanele. + 38 Noma ubani ongasamukeli isigxobo sakhe sokuhlushwa* angilandele akangifanele. + 39 Noma ubani ozama ukusindisa ukuphila kwakhe uyolahlekelwa yikho, noma ubani olahlekelwa ukuphila kwakhe ngenxa yami uyokusindisa. +

40 “Onamukelayo uyangamukela nami, nalowo ongamukelayo, wamukela naLowo ongithumile. + 41 Owamukela umprofethi ngoba engumprofethi uyothola umvuzo womprofethi, + nowamukela umuntu olungile ngoba engumuntu olungile uyothola umvuzo womuntu olungile. 42 Noma ubani ophuzisa oyedwa kulaba abancane inkomishi nje yamanzi abandayo ngoba engumfundi, ngiqinisile ngithi kini, akasoze alahlekelwa umvuzo wakhe.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela