Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Daniyeli 12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Daniyeli Okuphakathi

      • “Isikhathi sokuphela” nangale kwaso (1-13)

        • UMikayeli uyokuma (1)

        • Abahlakaniphile bayokhanya kakhulu (3)

        • Ulwazi lweqiniso luyoba luningi (4)

        • UDaniyeli uyosukuma ukuze athole isabelo sakhe (13)

Daniyeli 12:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “Ubani OnjengoNkulunkulu?”

  • *

    NgesiHebheru, “amadodana abantu.”

  • *

    Noma, “uyophakama.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 10:13; Jud 9; IsA 12:7, 8
  • +Dan 10:21
  • +Isay 26:20; Jow 2:31, 32; Mat 24:21, 22; IsA 7:13, 14
  • +Mal 3:16; Luk 10:20; IsA 3:5

Daniyeli 12:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “bayozulazula.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 8:17, 26; 12:9
  • +Isay 11:9

Daniyeli 12:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 10:4

Daniyeli 12:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 10:5, 6

Daniyeli 12:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, izikhathi ezintathu nengxenye.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 4:34; IsA 4:9; 10:6
  • +Dan 8:24

Daniyeli 12:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 18:34; IzE 1:7; 1Pe 1:10, 11

Daniyeli 12:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 8:17, 26; 10:14; 12:4

Daniyeli 12:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 11:35
  • +IHu 111:10; Dan 11:33; 12:3

Daniyeli 12:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 8:11
  • +Dan 11:31; Mar 13:14

Daniyeli 12:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “elinde ngokulangazela.”

Daniyeli 12:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “isabelo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 11:24; IzE 17:31; 24:15; IsA 20:12

Okunye

Dan. 12:1Dan 10:13; Jud 9; IsA 12:7, 8
Dan. 12:1Dan 10:21
Dan. 12:1Isay 26:20; Jow 2:31, 32; Mat 24:21, 22; IsA 7:13, 14
Dan. 12:1Mal 3:16; Luk 10:20; IsA 3:5
Dan. 12:4Dan 8:17, 26; 12:9
Dan. 12:4Isay 11:9
Dan. 12:5Dan 10:4
Dan. 12:6Dan 10:5, 6
Dan. 12:7Dan 4:34; IsA 4:9; 10:6
Dan. 12:7Dan 8:24
Dan. 12:8Luk 18:34; IzE 1:7; 1Pe 1:10, 11
Dan. 12:9Dan 8:17, 26; 10:14; 12:4
Dan. 12:10Dan 11:35
Dan. 12:10IHu 111:10; Dan 11:33; 12:3
Dan. 12:11Dan 8:11
Dan. 12:11Dan 11:31; Mar 13:14
Dan. 12:13Joh 11:24; IzE 17:31; 24:15; IsA 20:12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Daniyeli 12:1-13

UDaniyeli

12 “Ngaleso sikhathi uMikayeli, *+ isikhulu esiphakeme + esimele abantu* bakini, uyosukuma.* Kuyoba khona isikhathi sosizi olungakaze lube khona selokhu kwaba khona isizwe kuze kube yileso sikhathi. Ngaleso sikhathi abantu bakini bayophunyuka, + bonke abatholakala belotshiwe encwadini. + 2 Abaningi balabo abalele othulini lomhlaba bayovuka, abanye bavukele ekuphileni okuphakade abanye bavukele esihlambeni nasekuhlazekeni phakade.

3 “Abahlakaniphile bayokhanya njengokukhanya komkhathi wezulu, nalabo abaletha abaningi ekulungeni, bakhanye njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.

4 “Kepha wena Daniyeli, gcina la mazwi eyimfihlo, uyivale incwadi kuze kube isikhathi sokuphela. + Abaningi bayoyihlola ngokucophelela* futhi ulwazi lweqiniso luyoba luningi.” +

5 Ngemva kwalokho mina Daniyeli, ngabheka ngabona abanye ababili bemi lapho, omunye emi osebeni lomfula olunganeno omunye emi osebeni lomfula olungaphesheya. + 6 Omunye wathi kumuntu owayembethe ilineni, + owayengaphezu kwamanzi omfula: “Kuyothatha isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba lezi zinto ezimangalisayo zigcwaliseke?” 7 Ngakho ngezwa umuntu owayembethe ilineni, owayengaphezu kwamanzi omfula, njengoba ayephakamisela isandla sakhe sokudla nesandla sakhe sobunxele emazulwini, efunga Lowo ophila kuze kube phakade ethi: + “Kuyodlula isikhathi esimisiwe, izikhathi ezimisiwe nengxenye yesikhathi.* Ngokushesha nje lapho sekuqediwe ukuphahlazwa kwamandla abangcwele, + zonke lezi zinto ziyopheleliswa.”

8 Mina ngezwa, kodwa ngangingaqondi; + ngakho ngathi: “O nkosi yami, uyoba yini umphumela walezi zinto?”

9 Wathi: “Hamba, Daniyeli, ngoba la mazwi kufanele agcinwe eyimfihlo futhi evaliwe kuze kube sesikhathini sokuphela. + 10 Abaningi bayozihlanza bazenze mhlophe futhi bayocwengwa. + Ababi bayokwenza kabi futhi abekho nhlobo ababi abayoqonda; kodwa abahlakaniphile bayoqonda. +

11 “Kusukela esikhathini okuyosuswa ngaso umnikelo owenziwa njalo + futhi kubekwe into enyanyekayo ebangela incithakalo, + kuyoba izinsuku ezingu-1 290.

12 “Uyajabula ohlala elindile* nofinyelela ezinsukwini ezingu-1 335!

13 “Kodwa wena, hamba uye ekupheleni. Uzophumula kodwa uyosukuma ukuze uthole umvuzo* wakho ekupheleni kwezinsuku.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela