Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 22
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

IzEnzo Okuphakathi

      • UPawulu uyaziphendulela phambi kwesixuku (1-21)

      • UPawulu usebenzisa ilungelo lakhe lokuba isakhamuzi saseRoma (22-29)

      • ISanhedrini iyahlangana (30)

IzEnzo 22:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Flp 1:7

IzEnzo 22:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 11:1
  • +IzE 21:39
  • +IzE 5:34
  • +IzE 26:4, 5
  • +Gal 1:14; Flp 3:4-6

IzEnzo 22:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 8:3; 9:1, 2; 26:9-11; 1Ti 1:12, 13

IzEnzo 22:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:3-8; 26:13-15

IzEnzo 22:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 26:16

IzEnzo 22:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:17, 18

IzEnzo 22:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 9:1; 15:8; Gal 1:15, 16

IzEnzo 22:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 23:11; 26:16

IzEnzo 22:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 6:11; 1Jo 1:7; IsA 1:5
  • +IzE 10:43

IzEnzo 22:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:26; Gal 1:18

IzEnzo 22:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:28, 29

IzEnzo 22:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 8:3

IzEnzo 22:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 7:58; 8:1; 1Ti 1:13, 15

IzEnzo 22:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:15; 13:2; Rom 1:5; 11:13; Gal 2:7; 1Ti 2:7

IzEnzo 22:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 16:13

IzEnzo 22:25

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “isakhamuzi saseRoma.”

  • *

    Noma, “engaquliswanga icala?”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:37, 38; 23:27

IzEnzo 22:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:37

IzEnzo 22:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 25:16

IzEnzo 22:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 10:17, 18; Luk 21:12

Okunye

IzE. 22:1Flp 1:7
IzE. 22:3Rom 11:1
IzE. 22:3IzE 21:39
IzE. 22:3IzE 5:34
IzE. 22:3IzE 26:4, 5
IzE. 22:3Gal 1:14; Flp 3:4-6
IzE. 22:4IzE 8:3; 9:1, 2; 26:9-11; 1Ti 1:12, 13
IzE. 22:6IzE 9:3-8; 26:13-15
IzE. 22:10IzE 26:16
IzE. 22:13IzE 9:17, 18
IzE. 22:141Ko 9:1; 15:8; Gal 1:15, 16
IzE. 22:15IzE 23:11; 26:16
IzE. 22:161Ko 6:11; 1Jo 1:7; IsA 1:5
IzE. 22:16IzE 10:43
IzE. 22:17IzE 9:26; Gal 1:18
IzE. 22:18IzE 9:28, 29
IzE. 22:19IzE 8:3
IzE. 22:20IzE 7:58; 8:1; 1Ti 1:13, 15
IzE. 22:21IzE 9:15; 13:2; Rom 1:5; 11:13; Gal 2:7; 1Ti 2:7
IzE. 22:232Sa 16:13
IzE. 22:25IzE 16:37, 38; 23:27
IzE. 22:28IzE 16:37
IzE. 22:29IzE 25:16
IzE. 22:30Mat 10:17, 18; Luk 21:12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IzEnzo 22:1-30

IzEnzo ZabaPhostoli

22 “Madoda, bafowethu nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje.” + 2 Nokho, lapho bezwa ukuthi ukhuluma nabo ngolimi lwesiHebheru, bathula nakakhulu, wathi: 3 “Mina ngingumJuda, + owazalelwa eTarsu laseKhilikhiya, + kodwa owafundiswa kuleli dolobha nguGamaliyeli, + efundiswa ngendlela eqinile yoMthetho wokhokho, + ngishisekela uNkulunkulu njengoba nje nani nonke ninjalo namuhla. + 4 Ngabashushisa abantu bale Ndlela kwaze kwaba seqophelweni lokuba bafe, ngibopha futhi nginikela amadoda nabesifazane emajele, + 5 njengoba umpristi ophakeme nawo wonke umkhandlu wamadoda amadala bengangifakazela. Ngathola kubo nezincwadi eziya kubafowethu eDamaseku, ngangisendleleni ukuze labo ababelapho ngibalethe eJerusalema beboshiwe ukuze bajeziswe.

6 “Kodwa lapho ngihamba ngisondela eDamaseku, cishe emini bebade, kungazelelwe kwabanika nxazonke ukukhanya okukhulu okuvela ezulwini, + 7 ngawela phansi, ngezwa izwi lithi kimi: ‘Sawulu, Sawulu, ungishushiselani?’ 8 Ngaphendula ngathi: ‘Ungubani Nkosi?’ Yathi kimi: ‘NginguJesu umNazaretha, omshushisayo.’ 9 Amadoda ayenami akubona ukukhanya, kodwa awalizwanga izwi lalowo owayekhuluma nami. 10 Ngathi: ‘Kufanele ngenzeni Nkosi?’ INkosi yathi kimi: ‘Vuka, uye eDamaseku, usulapho uzotshelwa ngakho konke omiselwe ukukwenza.’ + 11 Kodwa njengoba ngangingaboni lutho ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngafika eDamaseku ngiholwa yilabo ababenami.

12 “U-Ananiya, indoda ezinikele ngokuvumelana noMthetho, ekhulunyelwa kahle yiwo wonke amaJuda ahlala lapho, 13 weza kimi. Wama eceleni kwami wathi kimi: ‘Sawulu, mfowethu, phinda ubone!’ Ngaso leso sikhathi ngaphakamisa amehlo ngambona. + 14 Wathi: ‘UNkulunkulu wokhokho bethu ukukhethile ukuba wazi intando yakhe, ubone olungile + futhi uzwe amazwi awakhulume ngomlomo wakhe, 15 ngoba uzoba ufakazi wakhe kubo bonke abantu, wezinto ozibonile nozizwile. + 16 Manje kungani ulokhu ubamba uyeka? Vuka, ubhapathizwe, uhlanze izono zakho + ngokubiza igama lakhe.’ +

17 “Kodwa lapho sengibuyele eJerusalema + futhi ngithandaza ethempelini, ngabona umbono, 18 ngambona ethi kimi: ‘Shesha uphume eJerusalema masinyane, ngoba ngeke babamukele ubufakazi bakho ngami.’ + 19 Ngathi: ‘Nkosi, bona ngokwabo bazi kahle ukuthi ngangibafaka ejele, ngibabhambabula emasinagogeni labo abakholwa nguwe; + 20 futhi lapho igazi likaStefanu ufakazi wakho lichithwa, ngangilapho ngikwamukela lokho futhi ngigade izingubo zangaphandle zalabo ababembulala.’ + 21 Kodwa wathi kimi: ‘Hamba ngoba ngizokuthuma ezizweni ezikude.’ ” +

22 Baqhubeka bemlalele kwaze kwaba yilapho esho lawo mazwi. Ngemva kwalokho bamemeza, bathi: “Umuntu onjena makasuswe emhlabeni ngoba akufanele aphile!” 23 Ngenxa yokuthi babememeza, bephonsa izingubo zabo zangaphandle ngapha nangapha, bephonsa nothuli emoyeni, + 24 umlawuli wamabutho wayala ukuba uPawulu angeniswe ekamu lamasosha, wathi kufanele aphenywe ngokubhaxabulwa, ukuze athole ukuthi yini ngempela ebenza bamemeze ngale ndlela ngoPawulu. 25 Kodwa lapho sebembophile ukuze abhaxabulwe, uPawulu wathi esikhulwini sebutho esasimi lapho: “Ingabe kungokomthetho ukuba nibhaxabule umuntu ongumRoma* engalahlwanga yicala?” *+ 26 Lapho isikhulu sebutho sizwa lokhu, saya kumlawuli wamabutho sabika, sathi: “Yini ohlose ukuyenza? Ngoba lo muntu ungumRoma.” 27 Ngakho umlawuli wamabutho wasondela kuye wathi: “Ngitshele, ungumRoma yini wena?” Wathi: “Yebo.” 28 Umlawuli wamabutho waphendula wathi: “Ngawathenga ngemali enkulu la malungelo okuba yisakhamuzi.” UPawulu wathi: “Mina-ke ngawathola lapho ngizalwa.” +

29 Ngokushesha ngemva kwalokho, amadoda ayesezomphenya ngesihluku asuka kuye; umlawuli wamabutho wesaba lapho ethola ukuthi wayengumRoma nokuthi wayembophe ngamaketanga. +

30 Ngosuku olulandelayo, ngenxa yokuthi wayefuna ukwazi ukuthi kahle hle amaJuda ayembekelani icala, wamkhulula, wayala abapristi abakhulu nayo yonke iSanhedrini ukuba bahlangane. Wabe esehlisa uPawulu wammisa phakathi kwabo. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela