Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/90 kk. 3-4
  • Izaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
km 5/90 kk. 3-4

Izaziso

● Isipho sencwadi sangoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda nePhaphama! Izikhokhelo zonyaka zomagazini abaphuma kabili ngenyanga zingu-R12,00 sisinye. Izikhokhelo zezinyanga eziyisithupha zomagazini abaphuma kabili ngenyanga nezikhokhelo zonyaka zomagazini abaphuma kanye ngenyanga zingu-R6,00. Lapho isikhokhelo singatholakali khona, kungahanjiswa omagazini ababili nanoma iyiphi incwajana engangomagazini, ngaphandle kwethi Isikole, ngomnikelo ka-Rl,95. NgoJune: Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo ngomnikelo ka-R3,75. NgoJuly nangoAugust: Noma iyiphi incwajana engangomagazini enamakhasi angu-32, ngaphandle kwethi Isikole, ngomnikelo ka-75c.

● SIZANI NIPHAWULE LOKHU: Inombolo yocingo yeNhlangano ishintshile. Inombolo entsha ithi: (011) 761-1000.

● IMIHLANGANO YESIGODI: Siyajabula ukunikeza izilimi, izinsuku, amadolobha kanye nezifunda ezabelwe zoMhlangano wethu Wesigodi “Wolimi Oluhlanzekile” wango-1990.

November 15-18: ESt. Helena, Jamestown.

December 6-9: EWindhoek, Namibia (isimiso esingezilimi ezimbili isiBhunu/ isiNgisi, isiKwanyama, nesiPutukezi kancane), iSifunda 1 saseNamibia.

December 13-16: EBIoemfontein (isimiso esingezilimi ezimbili isiBhunu/isiNgisi, isiSuthu) iZifunda 7A, 41A no-B, 21A no-B, 39B (eNingizimu/ eMpumalanga), 52. EGaborone, Botswana (isiNgisi, isiTswana), iSifunda 1 saseBotswana. EMafikeng (isiTswana), iZifunda 14, 39 (eNyakatho/eMpumalanga), 47. Kwamanzini (isiNgisi kancane, isiZulu), iZifunda 1, 2, zaseSwazini. Enkowankowa (isiTsonga), iZifunda 17, 18, 19, 20 (izingxenye zesiTsonga nesiVenda). December 20-23: EKapa (isiBhunu, isiNgisi, isiXhosa), iZifunda 6, 10, 38, 48.

EThekwini (isiNgisi, isiZulu), iZifunda 4, 8, 51, 28, 29, 30, 31 (ingxenye yesiZulu), 45A.

EGoli (isiBhunu, isiNgisi, isiGreki kancane, isiPutukezi, isiSuthu, isiZulu), iZifunda 1, 2, 7B, 11, 12, 13, 22 (eNtshonalanga), 49. EMaseru (isiSuthu), iZifunda 1, 2. EMdantsane (isiXhosa), iZifunda 34A, 36, 37, 43.

ESeshego (iSipedi), iZifunda 17 (ingxenye yeSipedi), 46. December 27-30: Empangeni (isiZulu), iZifunda 24, 25, 26, 42 (eNingizimu). ENsikazi, White River (isiZulu), iZifunda 18, 19, 20 (ingxenye yesiZulu).

EMadadeni (isiZulu), iZifunda 22 (eMpumalanga), 23, 27, 42 (eNyakatho), 45B.

EPort Elizabeth (isiBhunu, isiNgisi), iZifunda 5, 9.

December 28-31: EPitoli (isiBhunu, isiNgisi, isimiso esingezilimi ezimbili ngeSipedi/isiTswana, isiZulu), iZifunda 3, 7C, 15, 16, 19, 40, 50.

January 3-6,1991: EMtata (isiXhosa), iZifunda 31, 32, 33, 34B, 35, 44.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela