Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/92 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • UJehova Wasinika Amandla Ngesikhathi Kunempi Nangesikhathi Kunokuthula
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
  • Ukugcwalisa Isidingo Somuntu Esiyisisekelo Ngokubonisa Ukubaqaphela Abanye
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1994
  • Umbiko Wencwadi Yonyaka Ka-1995 WoFakazi BakaJehova
    INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-1995
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
km 2/92 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

E-Ethiopia: Uhulumeni wase-Ethiopia uye wanikeza oFakazi BakaJehova ukuqashelwa okungokomthetho njengenhlangano egunyaziwe. Abazalwane bayajabula ngokuqashelwa ngokomthetho futhi baqhubekela phambili nomsebenzi woMbuso. Bayazithola izincwadi, kanti nemihlangano iyaqhutshwa.

EGhana: Ukuvinjelwa komsebenzi wethu kulelizwe manje sekususiwe. Lokhu kuye kwaletha injabulo enkulu kubafowethu, njengoba amaHholo OMbuso abo esevuliwe futhi, kanti banikezwe nemvume yokufaka isicelo sokubhaliswa ngokomthetho ngaphansi komthetho okhona.

ELiberia: Ngemva kokuvalwa izinyanga eziningi ngenxa yempi yangaphakathi, igatsha laseLiberia seliphinde lavulwa. Izithunywa zevangeli ezine sezibuyile manje ukuze zikhonze egatsheni, futhi abazalwane bakujabulela kakhulu ukuphinde bahlangane ndawonye ngokukhululekile.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela