Izindaba Ezingokwasezulwini
ENingizimu Afrika: Siyajabula ukunazisa ukuthi iBandla Lase-Upington lanikezela iHholo LoMbuso lalo ngo-February 25, 1995. Leli bandla linabamemezeli abangu-57 futhi ekunikezelweni kweHholo kwakunabangu-196. Leli iHholo LoMbuso lama-20 kwanikezelwe kulonyaka wenkonzo.