Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
NOVEMBER 6-12
Ukuhambisa isipho senyanga
1. Bukeza iSihloko Sengxoxo.
2. Yimaphi amaphuzu oyowaqokomisa?
NOVEMBER 13-19
Ungayisebenzisa kanjani incwajana engangomagazini ethi “Bheka”
1. Ngokuphathelene nesipho senyanga?
2. Lapho isipho senqatshwa?
NOVEMBER 20-26
Izingeniso
1. Singabubonisa kanjani ubungane?
2. Yiziphi izindaba ezithakazelisa abaninikhaya endaweni yakini?
3. Ungakwazi kanjani ukubona izinto ezithandwa umuntu?
NOVEMBER 27-DECEMBER 3
Ukufakaza ngenkathi yamaholide
1. Uyosihambisa kanjani isipho sencwadi?
2. Yisiphi isihloko sikamagazini oyosiqokomisa?