Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
DECEMBER 3-9
Isihloko Sengxoxo
1. Bukeza isethulo nemibhalo.
2. Uzoyethula kanjani INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli?
DECEMBER 10-16
Usabela Kanjani
1. Ekubingelelweni kwangenkathi yamaholide?
2. Emibuzweni yokuthi kungani singawugubhi uKhisimusi?
DECEMBER 17-23
Uyoyihambisa kanjani incwadi Yezindaba ZeBhayibheli
1. Kumuntu osemusha?
2. Kumzali noma umuntu osekhulile?
3. Njengendlela yokuthuthukisa ukuphila komkhaya?
DECEMBER 24-30
Phakathi namaholide
1. Singayibonisa kanjani inhlonipho nokucabangela ngabanini-khaya?
2. Isiphi isethulo ozosisebenzisa?