Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwbq isihloko 54
  • Kungani Abantu Befa?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Kungani Abantu Befa?
  • Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Impendulo YeBhayibheli
  • UJesu Uyasindisa—Kanjani?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
  • Kungani UJesu Afa?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Sasiyini Isono Sokuqala?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Imibuzo Evela Kubafundi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
Bheka Okunye
Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
ijwbq isihloko 54

Kungani Abantu Befa?

Impendulo YeBhayibheli

Kungokwemvelo ukuba sizibuze ukuthi kungani abantu befa, ikakhulukazi lapho kufa othile osondelene nathi. IBhayibheli lithi: “Udosi oluveza ukufa yisono.”​—1 Korinte 15:56.

Kungani bonke abantu bona futhi befa?

Abantu bokuqala u-Adamu no-Eva bafa ngenxa yokuthi bona kuNkulunkulu. (Genesise 3:17-19) Ukufa kwaba umphumela wokuvukela kwabo uNkulunkulu ngoba ukuye ‘umthombo wokuphila.’​—IHubo 36:9; Genesise 2:17.

U-Adamu wadlulisela ukungapheleli kwesono kuyo yonke inzalo yakhe. IBhayibheli lithi: “Kungakho, njengoba nje ngomuntu oyedwa isono sangena ezweni nokufa kwangena ngesono, futhi kanjalo ukufa kwasakazekela kubantu bonke ngenxa yokuthi bonke bonile.” (Roma 5:12) Abantu bayafa ngenxa yokuthi bonke bonile.​—Roma 3:23.

Indlela ukufa okuyoqedwa ngayo

UNkulunkulu uthembisa “ukugwinya ukufa kuze kube phakade.” (Isaya 25:8) Ukuze aqede ukufa kufanele asuse imbangela yakho, isono. UNkulunkulu uyokwenza lokhu ngoJesu Kristu, ‘oyosusa isono sezwe.’​—Johane 1:29; 1 Johane 1:7.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela