-
UJoshuwa 14:14IBhayibhili Elingcwele
-
-
14 Lalamuhla iHebroni ilokhu ingekaKhalebhi indodana kaJefune ngoba walandela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngenhliziyo yonke.+
-
-
UJoshuwa 19:49IBhayibhili Elingcwele
-
-
49 Baqeda-ke ukwabela izizwana zako-Israyeli ilizwe ukuze zilithathe libe lilifa lazo. Ngemva kwalokho abako-Israyeli banika uJoshuwa indodana kaNuni ilifa phakathi kwabo.
-