Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Nehemiya 10
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Nehemiya Okuphakathi

      • Abantu bayavuma ukuthi bazowulandela uMthetho (1-39)

        • “Ngeke singayinaki indlu kaNkulunkulu wethu” (39)

Nehemiya 10:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uThirishatha,” isiqu sasePheresiya esisho undunankulu wesifundazwe.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 9:38

Nehemiya 10:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 2:1, 39

Nehemiya 10:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 8:1, 2

Nehemiya 10:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 3:9; Neh 12:8

Nehemiya 10:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:24

Nehemiya 10:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 7:6, 11

Nehemiya 10:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “amaNethini.” NgesiHebheru, “abanikelwe.”

  • *

    Noma kungaba, “bonke ababekhule ngokwanele ukuba baqonde.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 8:1; 9:2

Nehemiya 10:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 34:15, 16; Dut 7:3, 4

Nehemiya 10:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 20:10
  • +Eks 12:16; Num 29:1, 12
  • +Eks 23:10, 11; Lev 25:4, 5
  • +Dut 15:1-3

Nehemiya 10:32

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Ishekeli lalingu-11,5 g. Bheka iSithasiselo B14.

  • *

    Noma, “yethempeli.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 30:13

Nehemiya 10:33

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, isinkwa sokubukwa.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 24:5-7
  • +Eks 29:40, 41
  • +Num 28:9
  • +Num 28:11-13; 1 IziKr. 23:31
  • +Dut 16:16
  • +Lev 16:15

Nehemiya 10:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 1:7; 6:12, 13

Nehemiya 10:35

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 23:19; Num 18:8, 13; Dut 26:2

Nehemiya 10:36

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 13:2; Num 18:15
  • +Num 18:8, 11; 1Ko 9:13

Nehemiya 10:37

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “emahholo okudlela endlu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 15:20
  • +Lev 27:30
  • +Num 18:8, 12; Dut 18:1, 4
  • +2Kr 31:11
  • +Num 18:21

Nehemiya 10:38

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “emahholo okudlela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 18:26

Nehemiya 10:39

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “emahholo okudlela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 12:5, 6
  • +Dut 14:23
  • +Neh 13:10, 11

Okunye

Neh. 10:1Neh 9:38
Neh. 10:5Ezr 2:1, 39
Neh. 10:6Ezr 8:1, 2
Neh. 10:9Ezr 3:9; Neh 12:8
Neh. 10:12Neh 12:24
Neh. 10:14Neh 7:6, 11
Neh. 10:28Neh 8:1; 9:2
Neh. 10:30Eks 34:15, 16; Dut 7:3, 4
Neh. 10:31Eks 20:10
Neh. 10:31Eks 12:16; Num 29:1, 12
Neh. 10:31Eks 23:10, 11; Lev 25:4, 5
Neh. 10:31Dut 15:1-3
Neh. 10:32Eks 30:13
Neh. 10:33Lev 24:5-7
Neh. 10:33Eks 29:40, 41
Neh. 10:33Num 28:9
Neh. 10:33Num 28:11-13; 1 IziKr. 23:31
Neh. 10:33Dut 16:16
Neh. 10:33Lev 16:15
Neh. 10:34Lev 1:7; 6:12, 13
Neh. 10:35Eks 23:19; Num 18:8, 13; Dut 26:2
Neh. 10:36Eks 13:2; Num 18:15
Neh. 10:36Num 18:8, 11; 1Ko 9:13
Neh. 10:37Num 15:20
Neh. 10:37Lev 27:30
Neh. 10:37Num 18:8, 12; Dut 18:1, 4
Neh. 10:372Kr 31:11
Neh. 10:37Num 18:21
Neh. 10:38Num 18:26
Neh. 10:39Dut 12:5, 6
Neh. 10:39Dut 14:23
Neh. 10:39Neh 13:10, 11
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Nehemiya 10:1-39

UNehemiya

10 Labo abafakaza ngokubeka isigxivizo + kwakuyilaba:

UNehemiya undunankulu,* indodana kaHakaliya,

Kanye noZedekiya, 2 uSeraya, u-Azariya, uJeremiya, 3 uPhashuri, u-Amariya, uMalikhiya, 4 uHathushi, uShebaniya, uMaluki, 5 uHarimi, + uMeremoti, u-Obadiya, 6 uDaniyeli, + uGinethoni, uBharuki, 7 uMeshulamu, u-Abhiya, uMijamini, 8 uMahaziya, uBhiligayi noShemaya; laba abapristi.

9 AmaLevi yilawa: UJeshuwa indodana ka-Azaniya, uBhinuwi wamadodana kaHenadadi, uKhadimiyeli + 10 nabafowabo uShebaniya, uHodiya, uKelitha, uPhelaya, uHanani, 11 uMikha, uRehobe, uHashabiya, 12 uZakuri, uSherebiya, + uShebaniya, 13 uHodiya, uBhani noBheninu.

14 Izinhloko zabantu ezasifakazela yilezi: UPharoshi, uPhahati-mowabi, + u-Elamu, uZathu, uBhani, 15 uBhuni, u-Azigadi, uBebayi, 16 u-Adoniya, uBigivayi, u-Adini, 17 u-Atheri, uHezekiya, u-Azuri, 18 uHodiya, uHashumi, uBhezayi, 19 uHarifi, u-Anathoti, uNebhayi, 20 uMagiphiyashi, uMeshulamu, uHeziri, 21 uMeshezabeli, uZadoki, uJaduwa, 22 uPhelathiya, uHanani, u-Anaya, 23 uHosheya, uHananiya, uHashubi, 24 uHaloheshi, uPhiliha, uShobeki, 25 uRehumi, uHashabhina, uMahaseya, 26 u-Ahiya, uHanani, u-Anane, 27 uMaluki, uHarimi noBhahana.

28 Bonke abanye abantu—abapristi, amaLevi, abalindisango, abaculayo, izikhonzi zasethempelini* nawo wonke umuntu owazihlukanisa nabantu bezizwe ukuze alandele uMthetho kaNkulunkulu weqiniso, + kanye nomkabo, amadodana abo namadodakazi abo, bonke abantu ababenolwazi nokuqonda,*— 29 bazihlanganisa nabafowabo, izikhulu zabo, futhi bazibopha ngesifungo esihambisana nesiqalekiso, ukuba bahambe eMthethweni kaNkulunkulu weqiniso, owawunikwe uMose inceku kaNkulunkulu weqiniso, nokuba bagcine ngokucophelela yonke imiyalo kaJehova iNkosi yethu, izahlulelo zakhe neziqondiso zakhe. 30 Amadodakazi ethu ngeke siwanike ezinye izizwe, namadodana ethu ngeke siwathathele amadodakazi azo. +

31 Uma abantu bezizwe beza bezosidayisela izimpahla zabo nazo zonke izinhlobo zokudla okusanhlamvu ngosuku lweSabatha, + ngeke sithenge lutho kubo ngeSabatha noma ngosuku olungcwele. + Ngeke siwalime namasimu ethu ngonyaka wesikhombisa, + sizokwesula nazo zonke izikweletu. +

32 Sizibophezele nokuba ngamunye wethu akhiphe ingxenye yesithathu yeshekeli* unyaka nonyaka, sinikelele inkonzo yendlu* kaNkulunkulu wethu, + 33 izinkwa ezibekwa zitakelane, *+ umnikelo wokudla okusanhlamvu owenziwa njalo, + umnikelo oshiswayo wamaSabatha + owenziwa njalo nowokwethwasa kwezinyanga, + kanye nowemikhosi, + izinto ezingcwele, iminikelo yesono + ukuze kwenzelwe u-Israyeli isihlawulelo, nawo wonke umsebenzi wendlu kaNkulunkulu wethu.

34 Senza nenkatho ngokuphathelene nezinkuni okufanele abapristi, amaLevi nabantu bazilethe endlini kaNkulunkulu wethu, ngezindlu zokhokho bethu, ngezikhathi ezimisiwe, unyaka nonyaka, ukuze zibaswe e-altare likaJehova uNkulunkulu wethu, njengoba kulotshwe eMthethweni. + 35 Sizoletha nezithelo zokuqala ezivuthiwe zezwe lethu nezithelo zokuqala ezivuthiwe zazo zonke izinhlobo zezihlahla, unyaka nonyaka, endlini kaJehova, + 36 sizoletha namadodana ethu angamazibulo namazibulo emfuyo yethu +—njengoba kulotshiwe eMthethweni—namazibulo emihlambi yethu yezinkomo, yezimvu neyezimbuzi. Sizowaletha endlini kaNkulunkulu wethu, kubapristi abakhonza endlini kaNkulunkulu wethu. + 37 Ukudla kwethu kokuqala okumahhadlahhadla, + iminikelo yethu, izithelo zazo zonke izinhlobo zezihlahla, + iwayini elisha namafutha, + nakho kufanele sikulethe kubapristi ezinqolobaneni zendlu* kaNkulunkulu wethu, + kanye nokweshumi okuvela ezweni lethu sikulethe kumaLevi, + ngoba amaLevi yiwo aqoqa okweshumi kuwo wonke amadolobha ezolimo.

38 Umpristi, indodana ka-Aroni, kumele abe kanye namaLevi lapho amaLevi eqoqa okweshumi; amaLevi wona kufanele anikele okweshumi kokweshumi endlini kaNkulunkulu wethu, + akufake emagunjini* esakhiwo sokugcina ukudla. 39 Ngoba ama-Israyeli namadodana amaLevi kufanele awulethe ezinqolobaneni* umnikelo + wokudla okusanhlamvu, owewayini elisha nowamafutha, + futhi yilapho kukhona khona izitsha zendlu engcwele kanye nabapristi abakhonzayo, abalindisango nabaculi. Ngeke singayinaki indlu kaNkulunkulu wethu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela