Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Numeri Okuphakathi

      • UMiriyamu no-Aroni bamelana noMose (1-3)

        • UMose umnene kunabo bonke (3)

      • UJehova ulwela uMose (4-8)

      • UMiriyamu ushaywa ngochoko (9-16)

Numeri 12:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 2:16, 21

Numeri 12:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 4:14-16, 30; 15:20; 28:30; Mik 6:4
  • +Num 11:1

Numeri 12:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wayethobeke kakhulu (enomoya omnene) ngaphezu kwabo bonke abanye abantu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 11:29

Numeri 12:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 34:5; Num 11:25

Numeri 12:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 15:1; 46:2; Eks 24:9-11
  • +Gen 31:10, 11

Numeri 12:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Kuyo yonke indlu yami, uzibonakalisa ethembekile.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Heb 3:2, 5

Numeri 12:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 33:11; Dut 34:10

Numeri 12:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 24:9
  • +2Kr 26:19

Numeri 12:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 32:11; Jak 5:16

Numeri 12:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 13:45, 46; Num 5:2

Numeri 12:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 24:9

Numeri 12:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 11:35; 33:18
  • +Num 10:12

Okunye

Num. 12:1Eks 2:16, 21
Num. 12:2Eks 4:14-16, 30; 15:20; 28:30; Mik 6:4
Num. 12:2Num 11:1
Num. 12:3Mat 11:29
Num. 12:5Eks 34:5; Num 11:25
Num. 12:6Gen 15:1; 46:2; Eks 24:9-11
Num. 12:6Gen 31:10, 11
Num. 12:7Heb 3:2, 5
Num. 12:8Eks 33:11; Dut 34:10
Num. 12:10Dut 24:9
Num. 12:102Kr 26:19
Num. 12:13Eks 32:11; Jak 5:16
Num. 12:14Lev 13:45, 46; Num 5:2
Num. 12:15Dut 24:9
Num. 12:16Num 11:35; 33:18
Num. 12:16Num 10:12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Numeri 12:1-16

Numeri

12 UMiriyamu no-Aroni bakhuluma kabi ngoMose ngenxa yomfazi ongumKushe ayemshadile, ngoba wayethathe umfazi ongumKushe. + 2 Babethi: “Ingabe uJehova ukhulume ngoMose kuphela? Akakhulumanga yini nangathi?” + UJehova wayelalele. + 3 UMose wayemnene ukubedlula kude bonke abantu *+ emhlabeni.

4 Kungazelelwe uJehova wathi kuMose no-Aroni noMiriyamu: “Phumani nobathathu niye etendeni lokuhlangana.” Ngakho baphuma bobathathu. 5 UJehova wehla ngensika yefu + wama emnyango wetende wayesebiza u-Aroni noMiriyamu. Bobabili baya ngaphambili. 6 Wabe esethi: “Ngicela nizwe amazwi ami. Ukube bekunomprofethi kaJehova phakathi kwenu, bengizozazisa kuye embonweni, + ngikhulume naye ngephupho. + 7 Kodwa akunjalo ngenceku yami uMose! Uphathiswe yonke indlu yami. *+ 8 Ngikhuluma naye ubuso nobuso + ngokukhululekile, hhayi ngamazwi adidayo; futhi ubona ukubonakala kukaJehova. Pho kungani nina ningesabanga ukukhuluma kabi ngenceku yami, ukukhuluma kabi ngoMose?”

9 Ngakho intukuthelo kaJehova yabavuthela, wabashiya. 10 Ifu lasuka phezu kwetende, futhi uMiriyamu wayeshaywe ngochoko olumhlophe njengeqhwa. + U-Aroni waphendukela kuMiriyamu, wabona ukuthi wayeshaywe ngochoko. + 11 Ngokushesha u-Aroni wathi kuMose: “Ngiyakuncenga nkosi yami! Sicela ungasibaleli kithi lesi sono! Senze ngobuwula. 12 Siza, ungamyeki aqhubeke enjengofileyo, onyama yakhe idlekile lapho ezalwa!” 13 UMose waqala ukukhala kuJehova, wathi: “O Nkulunkulu, sicela umphulukise! Siyacela!” +

14 UJehova wamphendula uMose: “Ukube uyise ubengamkhafulela ebusweni ngokuqondile, ubengeke yini alulazeke izinsuku eziyisikhombisa? Makahlaliswe yedwa izinsuku eziyisikhombisa ngaphandle kwekamu, + ngemva kwalokho angangeniswa.” 15 Ngakho uMiriyamu wahlaliswa yedwa ngaphandle kwekamu izinsuku eziyisikhombisa, + abantu abazange basuke ekamu kwaze kwaba yilapho uMiriyamu engeniswa khona. 16 Ngemva kwalokho abantu basuka eHazeroti + bamisa amatende ehlane lasePharanu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela