Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 14:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Kodwa ngenxa yokuthi inceku yami uKalebi, + ibe nomoya ohlukile yaqhubeka ingilandela ngenhliziyo yayo yonke, nakanjani ngiyoyingenisa ezweni eyaya kulo futhi inzalo yayo iyodla ifa lalo. +

  • Duteronomi 1:34-38
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 34 “Sonke leso sikhathi uJehova wayekuzwa enanikusho futhi wathukuthela wafunga, wathi, + 35 ‘Akekho noyedwa phakathi kwala madoda alesi sizukulwane esibi oyobona izwe elihle engafunga ukulinika oyihlo, + 36 ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune. Yena uyolibona futhi izwe anyathela kulo, ngiyolinika yena namadodana akhe ngoba uye walandela uJehova ngenhliziyo ephelele. *+ 37 (Nami uJehova waze wangithukuthelela ngenxa yenu, wathi, “Nawe ngeke ungene khona. + 38 UJoshuwa indodana kaNuni, + omi phambi kwakho, nguye oyongena kuleli zwe. + Mqinise *+ ngoba uyokwenza ukuba u-Israyeli alizuze njengefa.”)

  • Joshuwa 14:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Nakuba abafowethu engangihambe nabo bathusa abantu,* mina ngamlandela ngenhliziyo yami yonke* uJehova uNkulunkulu wami. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela