Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 13:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Lapho ekhuphukela eNegebhi, abe esefika eHebroni, + lapho kwakuhlala khona u-Ahimani, uSheshayi noTalimayi, + abangama-Anaki. + IHebroni lalakhiwe eminyakeni eyisikhombisa ngaphambi kweZowani laseGibhithe.

  • Numeri 13:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 Sibone namaNefili lapho, amadodana ka-Anaki, + avela* kumaNefili, uma siqhathaniswa nawo saba njengezintethe, kithi kanye nakuwo.”

  • Duteronomi 1:27, 28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Nanilokhu nikhononda ematendeni enu nithi, ‘UJehova wasikhipha ezweni laseGibhithe ngoba esizonda ukuze asinikele esandleni sama-Amori ukuba asiqothule. 28 Siya endaweni enjani? Abafowethu basiqeda amandla + ngokuthi bathi: “Bayisizwe esikhulu nesinabantu abade kunathi, amadolobha abo makhulu futhi anezivikelo eziqinile ezifinyelela ezulwini, *+ sabona namadodana ama-Anaki + lapho.”’

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela