-
Joshuwa 13:29, 30IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
29 Ngaphezu kwalokho, uMose wabela uhhafu wesizwe sakwaManase ifa, laba elohhafu wesizwe sakwaManase ngokwemindeni yabo. + 30 Indawo yabo yayiqala eMahanayimi + ihlanganise lonke iBhashani, yonke indawo eyayibuswa u-Ogi inkosi yaseBhashani, nayo yonke imizi engamatende kaJayire + eBhashani, amadolobhana angu-60.
-