Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/92 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
km 2/92 k. 7

IZaziso

◼ Isipho ngoFebruary: Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Ungakuthola Kanjani? ngomnikelo ka-R2,60. NgoMarch: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngomnikelo ka-R8,00. NgoApril nangoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R17,00 ngabaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka kwabaphuma kanye ngenyanga nesikhokhelo sezinyanga eziyisithupha kwabaphuma kabili ngenyanga zingu-R8,50.

◼ Unobhala nombonisi wenkonzo kumelwe babukeze umsebenzi wawo wonke amaphayona avamile. Uma ekhona anobunzima ekuhlangabezaneni nemfuneko yamahora, abadala kumelwe bahlele ukuba anikezwe usizo. Ukuze nithole ukusikisela, bukezani incwadi yeNhlangano (S-201-ZU) kaOctober 1, 1991, nekaOctober 1, 1990. Bhekani futhi izigaba 12-20 esenezelweni seNkonzo Yethu YoMbuso ka-August 1986.

◼ Ukugujwa kweSikhumbuzo kuyokuba ngoLwesihlanu, April 17, 1992. Nakuba inkulumo ingase isheshe iqale, sizani nikhumbule ukuthi ukuhanjiswa kwesinkwa seSikhumbuzo newayini akumelwe kuqale ngaphambi kokushona kwelanga. Ningabuza emithonjeni yangakini ukuthi ilanga lishona nini endaweni yakini. Akukho mihlangano okumelwe iqhutshwe ngalolosuku ngaphandle kweyenkonzo yasensimini.

◼ Inkulumo yeningi ekhethekile ngo-1992 iyoba ngaphambi kweSikhumbuzo ngeSonto, April 5, 1992. Isihloko siyokuthi “Indima Yenkolo Ezindabeni Zezwe.” Amabandla ayobe ehanjelwe umbonisi wesifunda, enosuku lomhlangano okhethekile, noma enomhlangano wesifunda ayohlela inkulumo yeningi ekhethekile ngeSonto elilandelayo, ngoApril 12, 1992. Lawomabandla aneMihlangano Yeningi ngezinye izinsuku ezingelona iSonto angase ahlele ukuba nenkulumo yeningi ekhethekile phakathi noApril 6-11.

◼ Labobamemezeli abafisa ukuba ngamaphayona asizayo ngoMarch nangoApril kumelwe bahlele manje futhi basheshe bangenise izicelo zabo. Lokhu kuyosiza abadala ukuba benze amalungiselelo enkonzo yasensimini adingekile futhi kube nezincwadi ezanele.

◼ Njalo ngezikhathi ezithile iNhlangano iyothumelela amabandla amapheshana (S-70) ayaleza ukuba kuyiwe kumuntu othakazelayo. Abadala kumelwe baqiniseke ukuthi lamapheshana anikezwa abamemezeli abanokuhlangenwe nakho okufanele, okumelwe balandelele lesosithakazelo lingakapheli isonto.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

NgesiBhunu: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila (Amabandla neningi: R8,00; amaphayona R5,20); Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? (Ibandla neningi: amasenti angu-80; amaphayona: amasenti angu-40). NgesiGreki: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiHerero: Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiKwangali: Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiKwanyama: Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiNdonga: Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiNgisi: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiPutukezi: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgeSipedi: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?NgesiSuthu: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiTsonga: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiTswana: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Incwadi Yokuchasisa Isikole Senkonzo EsingokwaseZulwini; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiVenda: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiXhosa: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela? NgesiZulu: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila; Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela