Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/92 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
km 3/92 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi ngoMarch: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngomnikelo ka-R8,00. NgoApril nangoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R17,00 ngabaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka kwabaphuma kanye ngenyanga nesikhokhelo sezinyanga eziyisithupha kwabaphuma kabili ngenyanga singu-R8,50. NgoJune: Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu ngomnikelo ka-R4,00.

◼ Umbonisi owengamele noma othile okhethwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngoMarch 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yazisa ibandla uma lokhu sekwenziwe.

◼ Amabandla kufanele aqale ukucela iYearbook of Jehovah’s Witnesses Ka-1992 ezicelweni zawo zezincwadi zangoMarch. IYearbook izotholakala ngesiGreki, isiJalimane, isiNgisi, isiNtaliyane, kanye nesiPutukezi. AmaYearbook ayisitokwe esi-odwa ngokulinganisela futhi imali yawo izofakwa kuakhawunti yezincwadi ngo-R2,80 iyinye. Amaphayona osekuphele izinyanga eziyisithupha esohlwini angathola ikhophi yamahhala ibandla elingacela isaphulelo sayo. Amaphayona angathola engeziwe ngo-R1,40 iyinye.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela