Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/93 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
km 2/93 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi ngo-February: Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R8,00. Izincwadi ezincane zingu-R4,00. Ngo-March: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngomnikelo ka-R8,00 noma ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo ngomnikelo ka-R4,00. Ngo-April nango-May: Isikhokhelo se-Nqabayokulinda ngomnikelo ka-R17,00 ngomagazini abaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka owodwa somagazini abaphuma kanye ngenyanga nesikhokhelo sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga zingu-R8,50.

◼ Sifisa ukubonga amabandla ngokusabela kwawo encwadini yethu yango-May 15, 1991, ngendlela yokuphathwa kwezikhokhelo. Inani lezikhokhelo ezingafinyeleli kubaninizo efayilini yethu yezigciniwe liye lehla laba cishe ingxenye yalokho elaliyikho lapho lencwadi ithunyelwa. Sifisa ukunitusa ngemizamo yenu yokwethembeka futhi sinikhuthaza ukuba niqhubeke nilandelela izikhumbuzo ezikulencwadi. Sizani ninakekele ngokukhethekile ukubhala ulimi epheshaneni ngalinye lesikhokhelo, njengoba lokhu ngokuvamile kweqiwa.

◼ Umkhosi weSikhumbuzo uyogujwa ngoLwesibili, ngo-April 6, 1993. Nakuba inkulumo ingase iqale ngaphambi kwesikhathi, sizani nikhumbule ukuthi ukuhanjiswa kwesinkwa newayini leSikhumbuzo akufanele kuqale ilanga lingakashoni. Buzani emithonjeni yokwaziswa yendawo ukuze nithole isikhathi ilanga elishona ngaso endaweni yakini. Ayikho imihlangano okumelwe iqhutshwe ngalolosuku ngaphandle kweyenkonzo yasensimini. Uma ngokuvamile ibandla lenu liba nemihlangano ngoLwesibili, ningase nifise ukuyigudlulela kolunye usuku phakathi nesonto uma iHholo LoMbuso litholakala. Uma uMhlangano wenu weNkonzo uthinteka, kungase kwenzeke ukuhlanganisa noma yiziphi izingxenye ezihlelelwe lelosonto ezisebenza kakhulu ebandleni lenu komunye uMhlangano weNkonzo. Amabandla azobe ehanjelwe umbonisi wesifunda kufanele ahlele kabusha imihlangano evame ukuqhutshwa ngoLwesibili kusihlwa.

◼ IMIHLANGANO YESIGODI KA-1993: Amalungiselelo angakaqinisekiswa emihlangano yesigodi yezinsuku ezine ahlelwe ngokulandelayo:

December 2-5:

ESt. Helena (isiNgisi)

December 9-12:

EGaborone (isiNgisi, isiTswana)

EWindhoek (isimiso esiyoqhutshwa ngezilimi ezimbili isiBhunu/isiNgisi)

December 16-19:

EBloemfontein (isimiso esiyoqhutshwa ngezilimi ezimbili isiBhunu/isiNgisi, isiSuthu)

E-East London (isiNgisi, isiXhosa)

Empangeni (isiZulu)

ENewcastle (isiZulu)

ENkowankowa (isiTsonga, nesiVenda kancane)

E-Ongwediva (isimiso esiyoqhutshwa ngezilimi ezimbili isiKwanyama/isiNdonga)

December 23-26:

ELebowakgomo (iSipedi)

EMafikeng (isiTswana)

KaManzini (isiNgisi, isiZulu)

EMaseru (isiNgisi kancane, isiSuthu)

EMtata (isiXhosa)

KaNyamazane, eduze naseWhite River (isiZulu)

EPort Elizabeth (isiBhunu, isiNgisi, isiXhosa)

December 30, 1993–January 2, 1994:

EGoli (isiBhunu, isiNgisi, isiGreki kancane, isiPutukezi, isiSuthu, isiZulu)

EKapa (isiBhunu, isiNgisi, isiXhosa)

EPitoli (isiBhunu, isiNgisi, isimiso esiyoqhutshwa ngezilimi ezimbili iSipedi/isiSuthu, isiZulu)

EThekwini (isiNgisi, isiZulu)

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

NgesiBhunu: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela? (ibandla neningi: amasenti angu-80; amaphayona: amasenti angu-40); Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19; ibandla, iningi, namaphayona: amasenti amabili). NgesiKwanyama: Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiNgisi: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; i-Watch Tower Publications Index 1986-1990 (ibandla neningi: R5,60; amaphayona: R2,80); Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiPutukezi: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgeSipedi: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiSuthu: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiTsonga: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiTswana: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiVenda: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19). NgesiXhosa: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Iphesana No. 19). NgesiZulu: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?; Ingabe Lelizwe Liyosinda? (Ipheshana No. 19).

◼ Amakhasethi Amasha Atholakalayo:

NgesiNgisi: Doing God’s Will With Zeal (ibandla neningi: R7,00; amaphayona: R6,00).

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela