Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/96 k. 3
  • Esikukhunjuzwa Ngesikhumbuzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Esikukhunjuzwa Ngesikhumbuzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
  • Esikukhunjuzwayo NgeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
  • Esikukhunjuzwayo NgeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1999
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
km 3/96 k. 3

Esikukhunjuzwa Ngesikhumbuzo

Lokhu okulandelayo kuyizinto ezidinga ukunakekelwa ngaphambi komkhosi weSikhumbuzo ngoLwesibili, April 2:

◼ Wonk’umuntu, kuhlanganise nesikhulumi, kufanele aziswe ngesikhathi nendawo umkhosi ozoba kuyo.

◼ Kufanele kutholakale uhlobo olufanele lwesinkwa newayini futhi kulungiswe.—Bheka INqabayokulinda ka-February 15, 1985, ikhasi 17.

◼ Itafula elifanelekile, indwangu yetafula, amapuleti, nezingilazi kufanele kulethwe ehholo kusenesikhathi kubekwe ngononina.

◼ IHholo LoMbuso noma enye indawo yokuhlanganyela kufanele ihlanzisiswe ngaphambi kwesikhathi.

◼ Abalindi nabazohambisa izifanekiselo kufanele bakhethwe futhi batshelwe ngenqubo okuzoqhutshwa ngayo nangemisebenzi yabo kusengaphambili.

◼ Kufanele kwenziwe amalungiselelo okuyisa izifanekiselo kwabagcotshiwe ababuthaka futhi abangakwazi ukuzizela, hhayi kwabezinye izimvu.

◼ Uma kuhlelwe ukuba kube nemikhosi engaphezu kowodwa eHholo LoMbuso elilodwa, kufanele kube nokubambisana okuhle phakathi kwamabandla ukuze kugwenywe isiminyaminya esingadingekile kovulandi, emaphasishi okungena, izindawo zokuhamba umphakathi, nezokupaka.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela