IZaziso
◼ Isipho sencwadi sango-December: INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo YamaKristu YesiGreki nencwadi ethi IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu? ngo-R10,00. Ngo-January: Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Ungakuthola Kanjani? ngomnikelo ka-R4,00. Ngo-February: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngo-R12,00.
◼ Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-December 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yazisani ibandla lapho lokhu sekwenziwe.
◼ Lapho nithumela amasheke nama-postal order eNhlanganweni, sizani niqikelele ukuthi nibhala ukuthi kukhokhelwe i-Watch Tower Society. Uma kungenziwa lokho kungasho ukuthi noma ubani angabhala igama lakhe njengokufanele kukhokhelwe yena.
◼ SIZANI NIPHAWULE: Nazi izindawo zemihlangano yesigodi ezishintshiwe:
EPort Elizabeth (isiBhunu, isiNgisi): St. George’s Park
E-East London: Jan Smuts Stadium
Izinsuku azishintshile.