Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/98 k. 7
  • Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Esikukhunjuzwayo NgeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Esikukhunjuzwayo NgeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1999
  • Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
  • Esikukhunjuzwayo NgeSikhumbuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 3/98 k. 7

Izikhumbuzo ZeSikhumbuzo

Umkhosi weSikhumbuzo uzokuba ngoMgqibelo, ngo-April 11. Abadala kufanele banakekele lezi zinto ezilandelayo:

◼ Lapho nimisa isikhathi somhlangano, qikelelani ukuthi izifanekiselo ngeke zidluliswe lize lishone ilanga.

◼ Wonke umuntu, kuhlanganise nesikhulumi, kufanele atshelwe isikhathi esiqondile kanye nendawo yalo mkhosi.

◼ Kufanele kutholwe futhi kulungiswe uhlobo olufanele lwesinkwa newayini.—Bheka INqabayokulinda ka-February 15, 1985, ikhasi 17 [w85 2/15 k. 19].

◼ Amapuleti, izingilazi netafula elifanelekile nendwangu yalo kufanele kulethwe kusengaphambili ehholo bese kubekwa endaweni yako.

◼ IHholo LoMbuso noma enye indawo okuzohlanganelwa kuyo kufanele ihlanzisiswe kusengaphambili.

◼ Abalindi nabazodlulisa izifanekiselo kufanele bakhethwe futhi banikwe iziyalezo kusengaphambili ngokuphathelene nenqubo efanele ezolandelwa kanye nemisebenzi yabo.

◼ Kufanele kwenziwe amalungiselelo okuyisa izifanekiselo kunoma ibaphi babagcotshiwe abaxhwalile abangeke bakwazi ukuba khona.

◼ Uma iHholo LoMbuso lizosetshenziswa amabandla angaphezu kwelilodwa, kufanele kube khona ukubambisana okuhle kwamabandla ukuze kungabi bikho ukuminyana okungadingekile eminyango, emaphasishi, emagcekeni nasendaweni yokupaka.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela