ISimiso Sesonto Lika-March 10
ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 10
INgoma 1 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 4 ¶1-9 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 40-42 (10 imiz.)
No. 1: Genesise 41:1-16 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Bonke Abanye Abafileyo Baphila Ngamuphi Umqondo Emhlabeni?—rs k. 413 ¶3–k. 414 ¶2 (5 imiz.)
No. 3: U-Abhihu—Ukuvelela Akusona Isizathu Sokungalaleli—w04 5/15 k. 22 ¶6-8; g92 12/22 k. 21 ¶3 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: UkuKhulekela Komkhaya Okuqabulayo. Xoxa nomkhaya ngokukhulekela kwawo komkhaya. Usihlele kanjani isimiso sawo? Ukukhetha kanjani ozoxoxa ngakho? Imaphi amathuluzi asengosini ethi jw.org osuke wawasebenzisa? Isimiso sawo siwusize kanjani enkonzweni? Uzivimbela kanjani iziphazamiso? Uzuze kanjani esimisweni sawo sokukhulekela komkhaya?
15 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuphendula Labo Abazama Ukuvimba Ingxoxo.” Ingxoxo. Xoxa ngezinhlobo ezimbili noma ezintathu zabantu abazama ukuvimba ingxoxo abamemezeli abangase bahlangane nazo, ucele izilaleli zisho indlela ezingasabela ngayo. Khumbuza abamemezeli ukuthi bazoba nethuba lokulandisa okuhlangenwe nakho phakathi nesonto lika-April 7.
INgoma 97 Nomthandazo