Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
MARCH 4-10
Isihloko SeNgxoxo
1. Bukeza imibhalo esetshenzisiwe.
2. Uzoyethula kanjani incwadi ethi Umvuthwandaba WesAmbulo?
MARCH 11-17
Ukumemela abanye eSikhumbuzweni
1. Obani okufanele sibameme?
2. Izimemo ezinyathelisiwe zingasetshenziswa kanjani ngokuphumelelayo?
MARCH 18-24
Lapho uqhuba izifundo zeBhayibheli
1. Kungani kumelwe ukhuthaze izifundo zeBhayibheli ukuba zibe khona emihlanganweni?
2. Kungani ngezinye izikhathi kumelwe umeme abanye abamemezeli ukuba bahambisane nawe?
MARCH 25-31
Ukusiza abebekhona eSikhumbuzweni
1. Kungani kumelwe uthole amagama namakheli abantu abasha ekuhlanganyeleni abebekhona eSikhumbuzweni?
2. Uzoziqalisa kanjani izifundo zeBhayibheli nabo?
3. Yini ongayenza ukuze uqhubeke ubasiza ukuba bahlanganyele njalo nebandla?