Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
MARCH 5-11
Ukuhambisa incwadi ethi Izwi LikaNkulunkulu
1. Uyosethula kanjani iSihloko Sengxoxo?
2. Imaphi amaphuzu akhethekile oyobhekisela kuwo?
MARCH 12-18
Ukuphindela lapho ushiye khona izincwadi
1. Uyozethula kanjani?
2. Yini oyokhuluma ngayo?
3. Uyosisikisela kanjani isifundo seBhayibheli?
MARCH 19-25
ISidlo SeNkosi Sakusihlwa
1. Kungani uqala manje ukukhuluma ngokugujwa kweSikhumbuzo?
2. Uyobamema kanjani abasanda kuthakazela?
3. Kungani uchaza lokho okuyokwenzeka?
MARCH 26–APRIL 1
1. Kungani kufanele sikhulume izindaba ezinhle singayeki?
2. Singasigcina kanjani isimo sengqondo esifanele?
3. Kungani uhambisa isikhokhelo seNqabayokulinda?