Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/10 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
km 3/10 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda March 1

Funda u-Eksodusi 20:15 bese uthi: “Nakuba abaningi bezama ukuwulandela lo myalo, abanye banomuzwa wokuthi ukweba nezinye izinhlobo zokungathembeki ziyafaneleka ngaphansi kwezimo ezithile. Wena ucabangani? [Lindela impendulo.] Lesi sihloko sixoxa ngezinzuzo zokwethembeka njalo.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 12.

Phaphama! March

“Abaningi bayalihlonipha iBhayibheli kodwa bacabanga ukuthi alisizi kangako ezweni esiphila kulo namuhla. Wena ucabangani? [Lindela impendulo bese ufunda eyabaseRoma 15:4.] Lesi sihloko siyachaza ukuthi kungani ngisho nezingxenye zeBhayibheli ezindala zisasebenza.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 28.

INqabayokulinda April 1

“Uma bebuzwa ukuthi imuphi umuntu obe nethonya kakhulu emlandweni, abaningi bathi uJesu. Ingabe nawe usho okufanayo? [Lindela impendulo.] Phawula ukuthi kungani kufanele sizame ukuhlunga imiqondo ephikisanayo ephathelene naye ukuze sifunde iqiniso. [Funda uJohane 17:3.] Le Nqabayokulinda ekhethekile ibonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngempela ngoJesu nezimfundiso zakhe.”

Phaphama! April

“Kubonakala sengathi asinaso isikhathi esanele sokwenza yonke into esifuna ukuyenza, akunjalo? [Lindela impendulo.] Abaningi baye basithola siwusizo lesi seluleko. [Funda eyabaseFilipi 1:10.] Lo magazini unikeza amacebiso awusizo okusisiza ukuba sisebenzise isikhathi sethu ngendlela ephumelelayo.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela