Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Nehemiya 12
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Nehemiya Okuphakathi

      • Abapristi namaLevi (1-26)

      • Ukunikezelwa kodonga (27-43)

      • Ukusekela inkonzo eyenziwa ethempelini (44-47)

Nehemiya 12:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 1:8, 11
  • +Mat 1:12
  • +Zak 3:1

Nehemiya 12:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 2:1, 40; 3:9
  • +1 IziKr. 9:2, 15; Neh 11:17; 12:25

Nehemiya 12:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “phakathi nenkonzo.”

Nehemiya 12:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 3:1
  • +Neh 13:28

Nehemiya 12:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 11:3, 11

Nehemiya 12:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:1

Nehemiya 12:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 2:1, 39

Nehemiya 12:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Alikho igama lapha embhalweni wesiHebheru.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:1, 4

Nehemiya 12:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:1, 5

Nehemiya 12:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:1, 6

Nehemiya 12:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 12:10, 11

Nehemiya 12:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 8:7
  • +Ezr 2:1, 40
  • +1 IziKr. 16:4; 23:28, 30

Nehemiya 12:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 9:2, 15
  • +1 IziKr. 9:17; Ezr 2:1, 42; Neh 11:1, 19
  • +1 IziKr. 9:22-27

Nehemiya 12:26

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nombhali.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 3:2, 8
  • +Ezr 7:1, 6

Nehemiya 12:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 5:13; 7:6

Nehemiya 12:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Abaculi abaqeqeshiwe bahlangana bevela.”

  • *

    Okuwukuthi, isifunda saseJordani.

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 2:54; 9:2, 16; Neh 7:6, 26

Nehemiya 12:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jos 15:7, 12
  • +Jos 21:8, 17; Neh 11:31
  • +Ezr 2:1, 24

Nehemiya 12:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 19:10
  • +Neh 7:1
  • +Neh 6:15

Nehemiya 12:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 2:13; 3:13

Nehemiya 12:35

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 10:2; 2Kr 5:12
  • +1 IziKr. 25:1, 2

Nehemiya 12:36

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “umbhali.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 23:5
  • +Neh 8:4

Nehemiya 12:37

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 2:14
  • +Neh 3:15
  • +2Sa 5:7, 9
  • +Neh 3:26; 8:1

Nehemiya 12:38

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “phambili.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Neh 3:11
  • +Neh 3:8

Nehemiya 12:39

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 14:13; Neh 8:16
  • +Neh 3:6
  • +2Kr 33:14; Neh 3:3
  • +Jer 31:38; Zak 14:10
  • +Neh 3:1; Joh 5:2

Nehemiya 12:43

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 6:16, 17
  • +Jer 31:13
  • +Ezr 3:10, 13

Nehemiya 12:44

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 31:11
  • +Neh 10:39
  • +Neh 10:35-37
  • +Neh 10:38; 13:12, 13
  • +Eks 34:26; Num 15:18, 19; Dut 26:2
  • +Num 18:21

Nehemiya 12:46

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “kwakunezinhloko.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1 IziKr. 25:1, 6

Nehemiya 12:47

Izikhombo Zezincwadi

  • +Ezr 3:2; Hag 1:12; Luk 3:23, 27
  • +Neh 11:23
  • +Neh 10:39
  • +Num 18:21

Okunye

Neh. 12:1Ezr 1:8, 11
Neh. 12:1Mat 1:12
Neh. 12:1Zak 3:1
Neh. 12:8Ezr 2:1, 40; 3:9
Neh. 12:81 IziKr. 9:2, 15; Neh 11:17; 12:25
Neh. 12:10Neh 3:1
Neh. 12:10Neh 13:28
Neh. 12:12Neh 11:3, 11
Neh. 12:13Neh 12:1
Neh. 12:15Ezr 2:1, 39
Neh. 12:17Neh 12:1, 4
Neh. 12:18Neh 12:1, 5
Neh. 12:19Neh 12:1, 6
Neh. 12:22Neh 12:10, 11
Neh. 12:24Neh 8:7
Neh. 12:24Ezr 2:1, 40
Neh. 12:241 IziKr. 16:4; 23:28, 30
Neh. 12:251 IziKr. 9:2, 15
Neh. 12:251 IziKr. 9:17; Ezr 2:1, 42; Neh 11:1, 19
Neh. 12:251 IziKr. 9:22-27
Neh. 12:26Ezr 3:2, 8
Neh. 12:26Ezr 7:1, 6
Neh. 12:272Kr 5:13; 7:6
Neh. 12:281 IziKr. 2:54; 9:2, 16; Neh 7:6, 26
Neh. 12:29Jos 15:7, 12
Neh. 12:29Jos 21:8, 17; Neh 11:31
Neh. 12:29Ezr 2:1, 24
Neh. 12:30Eks 19:10
Neh. 12:30Neh 7:1
Neh. 12:30Neh 6:15
Neh. 12:31Neh 2:13; 3:13
Neh. 12:35Num 10:2; 2Kr 5:12
Neh. 12:351 IziKr. 25:1, 2
Neh. 12:361 IziKr. 23:5
Neh. 12:36Neh 8:4
Neh. 12:37Neh 2:14
Neh. 12:37Neh 3:15
Neh. 12:372Sa 5:7, 9
Neh. 12:37Neh 3:26; 8:1
Neh. 12:38Neh 3:11
Neh. 12:38Neh 3:8
Neh. 12:392Kh 14:13; Neh 8:16
Neh. 12:39Neh 3:6
Neh. 12:392Kr 33:14; Neh 3:3
Neh. 12:39Jer 31:38; Zak 14:10
Neh. 12:39Neh 3:1; Joh 5:2
Neh. 12:43Ezr 6:16, 17
Neh. 12:43Jer 31:13
Neh. 12:43Ezr 3:10, 13
Neh. 12:442Kr 31:11
Neh. 12:44Neh 10:39
Neh. 12:44Neh 10:35-37
Neh. 12:44Neh 10:38; 13:12, 13
Neh. 12:44Eks 34:26; Num 15:18, 19; Dut 26:2
Neh. 12:44Num 18:21
Neh. 12:461 IziKr. 25:1, 6
Neh. 12:47Ezr 3:2; Hag 1:12; Luk 3:23, 27
Neh. 12:47Neh 11:23
Neh. 12:47Neh 10:39
Neh. 12:47Num 18:21
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
  • 41
  • 42
  • 43
  • 44
  • 45
  • 46
  • 47
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Nehemiya 12:1-47

UNehemiya

12 Yilaba abapristi namaLevi abakhuphuka noZerubhabhele + indodana kaSheyalitiyeli + noJeshuwa: + USeraya, uJeremiya, u-Ezra, 2 u-Amariya, uMaluki, uHathushi, 3 uShekaniya, uRehumi, uMeremoti, 4 u-Ido, uGinethoyi, u-Abhiya, 5 uMijamini, uMahadiya, uBhiliga, 6 uShemaya, uJoyaribi, uJedaya, 7 uSalu, u-Amoki, uHilikiya noJedaya. Laba babeyizinhloko zabapristi nezabafowabo ezinsukwini zikaJeshuwa.

8 AmaLevi kwakunguJeshuwa, uBhinuwi, uKhadimiyeli, + uSherebiya, uJuda noMathaniya. + UMathaniya nabafowabo babehola ekuculeni izingoma zokubonga. 9 UBhakibukiya no-Uni abafowabo, babemi maqondana nabo begadile.* 10 UJeshuwa wazala uJoyakimi, uJoyakimi wazala u-Eliyashibi, + u-Eliyashibi wazala uJoyada. + 11 UJoyada wazala uJonathani, uJonathani wazala uJaduwa.

12 Ezinsukwini zikaJoyakimi, kwakuyilaba abapristi, izinhloko zemindeni: emndenini kaSeraya, + kwakunguMeraya; kokaJeremiya, kunguHananiya; 13 koka-Ezra, + kunguMeshulami; koka-Amariya, kunguJehohanani; 14 kokaMalukhayi, kunguJonathani; kokaShebaniya, kunguJosefa; 15 kokaHarimi, + kungu-Adena; kokaMerayoti, kunguHelikayi; 16 koka-Ido, kunguZakariya; kokaGinethoni, kunguMeshulamu; 17 koka-Abhiya, + kunguZikiri; kokaMiniyamini, . . . ;* kokaMohadiya, kunguPhilithayi; 18 kokaBhiliga, + kunguShamuwa; kokaShemaya, kunguJehonathani; 19 kokaJoyaribi, kunguMathenayi; kokaJedaya, + kungu-Uzi; 20 kokaSalayi, kunguKhalayi; koka-Amoki, kungu-Ebhere; 21 kokaHilikiya, kunguHashabiya; kokaJedaya, kunguNethaneli.

22 Ezinsukwini zika-Eliyashibi, uJoyada, uJohanani noJaduwa, + izinhloko zemindeni yamaLevi zazibhalwa phansi njengoba kwakwenziwa nangabapristi, kwehle kuze kuyofika esikhathini sokubusa kukaDariyu umPheresiya.

23 AmaLevi ayeyizinhloko zemindeni ayebhalwa encwadini yomlando, kwehle kuze kuyofika ezinsukwini zikaJohanani indodana ka-Eliyashibi. 24 Izinhloko zamaLevi kwakunguHashabiya, uSherebiya noJeshuwa + indodana kaKhadimiyeli, + futhi abafowabo babemi maqondana nabo ukuze bacule izingoma zokudumisa, babonge uNkulunkulu ngokuvumelana neziqondiso zikaDavide + umuntu kaNkulunkulu weqiniso, iqembu lonogada limi maqondana nelinye iqembu lonogada. 25 UMathaniya, + uBhakibukiya, u-Obadiya, uMeshulamu, uThalimoni no-Akhubi + babengabalindisango, + begade izinqolobane eziseduze kwamasango ethempeli. 26 Laba babekhonza ezinsukwini zikaJoyakimi indodana kaJeshuwa + indodana kaJozadaki nasezinsukwini zikaNehemiya undunankulu, no-Ezra + umpristi nomkopishi.*

27 Lapho sekusondele umcimbi wokuvulwa kwezindonga zeJerusalema, bafuna amaLevi kuzo zonke izindawo ayehlala kuzo futhi bawaletha eJerusalema ukuze umcimbi ugujwe ngenjabulo, ngezingoma zokubonga uNkulunkulu, + ngamasimbali, ngezinsimbi zomculo ezinezintambo nangamahabhu. 28 Amadodana abaculi ahlangana evela* esifundeni esiseduze,* nakulo lonke elaseJerusalema, nasemizini yamaNethofa, + 29 naseBheti-giligali + nasendaweni yaseGeba + neyase-Azimaveti, + ngoba abaculi babezakhele imizi kulo lonke elaseJerusalema. 30 Abapristi namaLevi bazihlanza, bahlanza nabantu, + amasango + nodonga. +

31 Khona-ke ngakhuphulela izikhulu zakwaJuda phezu kodonga. Ngabe sengimisa amakwaya amabili amakhulu acula izingoma zokubonga kanye namaqembu abantu ayezowalandela, enye ikwaya yaya ngakwesokudla phezu kodonga iqonde ngaseSangweni Lezindunduma Zomlotha. + 32 UHoshaya nengxenye yezikhulu zakwaJuda babebalandela, 33 bekanye no-Azariya, u-Ezra, uMeshulamu, 34 uJuda, uBhenjamini, uShemaya noJeremiya. 35 Babehamba namanye amadodana abapristi ayephethe amacilongo: + UZakariya indodana kaJonathani indodana kaShemaya indodana kaMathaniya indodana kaMikhaya indodana kaZakuri indodana ka-Asafa, + 36 nabafowabo uShemaya, u-Azareli, uMilalayi, uGilalayi, uMahayi, uNethaneli, uJuda noHanana, bephethe izinsimbi zomculo zikaDavide + umuntu kaNkulunkulu weqiniso; u-Ezra + umkopishi* ehamba phambi kwabo. 37 ESangweni Lesiphethu + baqhubekela phambili benyuka ngeZitebhisi + Zedolobha LikaDavide + odongeni olukhuphukelayo olungaphezu kweNdlu KaDavide baze bayofika eSangweni Lamanzi + ngasempumalanga.

38 Enye ikwaya ecula izingoma zokubonga yahamba yaqonda kolunye uhlangothi,* mina nenye ingxenye yabantu sayilandela, sihamba phezu kodonga sadlula uMbhoshongo Wohhavini + saqonda oDongeni Olubanzi + 39 sanyuka sayodlula phezu kweSango Lika-Efrayimi + saqhubekela eSangweni Ledolobha Elidala + sadlula saya eSangweni Lezinhlanzi, + eMbhoshongweni KaHananeli, + eMbhoshongweni KaMeya naseSangweni Lezimvu; + safike sama eSangweni Labaqaphi.

40 Ekugcineni la makwaya amabili ahlabelelayo ama phambi kwendlu kaNkulunkulu weqiniso; nami nengxenye yezinduna ezazikanye nami sama khona, 41 nabapristi u-Eliyakimi, uMahaseya, uMiniyamini, uMikhaya, u-Eliyohenayi, uZakariya noHananiya, bephethe amacilongo, 42 noMahaseya, uShemaya, u-Eleyazare, u-Uzi, uJehohanani, uMalikhiya, u-Elamu no-Ezeri. Abaculi babecula kakhulu beqondiswa u-Izrahiya.

43 Ngalolo suku benza imihlatshelo eminingi futhi bajabula + ngoba uNkulunkulu weqiniso wabenza bajabula kakhulu. Abesifazane nezingane nabo bajabula, + kangangokuthi ukujabula kweJerusalema kwakuzwakala kude. +

44 Ngalolo suku kwamiswa amadoda ukuba engamele izakhiwo zokugcina + iminikelo, + isivuno sokuqala + nokweshumi. + Kulezo zakhiwo kwakumele afake izinto zabapristi namaLevi + ezivela emasimini amadolobha, ezifunwa uMthetho, + ngoba kwakujatshulwa kwaJuda ngenxa yabapristi namaLevi ababekhonza. 45 Baqala ukwenza inkonzo kaNkulunkulu wabo nenkonzo yokuhlanza, nabahlabeleli nabalindisango benza izinkonzo zabo ngokuvumelana neziqondiso zikaDavide noSolomoni indodana yakhe. 46 Ngoba kudala ezinsukwini zikaDavide no-Asafa, kwakunabaqondisi* babaculi nabezingoma zokudumisa nezokubonga uNkulunkulu. + 47 Ezinsukwini zikaZerubhabhele + nasezinsukwini zikaNehemiya, wonke u-Israyeli wayenika abaculi + nabalindisango + ukudla ngokwesidingo sosuku. Wayelungiselela namaLevi ukudla, + bese amaLevi abela inzalo ka-Aroni.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela