-
Numeri 13:30IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
30 UKalebi wazama ukubehlisa umoya abantu njengoba bemi phambi kukaMose wathi: “Masikhuphukeni khona manje, nakanjani sizolithatha libe elethu ngoba ngokuqinisekile singalinqoba.” +
-
-
Numeri 14:38IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
38 Kodwa uJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune ababephakathi kwalabo abahamba bayohlola izwe, nakanjani bayoqhubeka bephila.”’” +
-