Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 14:30
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 30 Akekho kini oyongena ezweni engafunga* ukuthi niyohlala kulo, + ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni. +

  • Numeri 26:65
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 65 Ngoba uJehova wayethe ngabo: “Nakanjani bayofela ehlane.” + Ngakho kwakungasalanga muntu kubo ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni. +

  • Numeri 32:11, 12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 ‘Amadoda akhuphuka ephuma eGibhithe asukela eminyakeni engu-20 ubudala kuya phezulu ngeke alibone izwe + engafunga ukulinika u-Abrahama, u-Isaka noJakobe, + ngoba awazange angilandele ngenhliziyo ephelele⁠— 12 ngaphandle kukaKalebi + indodana kaJefune umKhenizi noJoshuwa + indodana kaNuni, ngoba baye balandela uJehova ngenhliziyo ephelele.’ +

  • Duteronomi 1:35, 36
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 ‘Akekho noyedwa phakathi kwala madoda alesi sizukulwane esibi oyobona izwe elihle engafunga ukulinika oyihlo, + 36 ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune. Yena uyolibona futhi izwe anyathela kulo, ngiyolinika yena namadodana akhe ngoba uye walandela uJehova ngenhliziyo ephelele. *+

  • Joshuwa 14:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Amanye amadoda esizwe sakwaJuda aya kuJoshuwa eGiligali, + uKalebi + indodana kaJefune umKhenizi wathi kuye: “Uyakwazi lokho uJehova akusho + kuMose inceku kaNkulunkulu weqiniso + ngokuqondene nami nawe eKadeshi-barineya. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela