Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
FEBRUARY 4-10
Singasandisa kanjani isikhathi senkonzo yasensimini
1. Isonto ngalinye?
2. Ngezimpela-sonto?
3. Inyanga yonke?
FEBRUARY 11-17
Lapho uhambisa izincwadi
1. Imaphi ngokukhethekile amaphuzu okukhulunyelwa oyowasebenzisa?
2. Imiphi imifanekiso ongayisebenzisa?
FEBRUARY 18-24
Ukufakaza kwasemgwaqweni
1. Kungenziwa nini?
2. Kungaba kanjani okuphumelelayo?
3. Uyiqalisa kanjani ingxoxo nabantu?
FEBRUARY 25–MARCH 3
Iyiphi indlela
1. Oyoqalisa ngayo ingxoxo?
2. Oyohambisa ngayo isipho sencwadi?