Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/91 k. 8
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
km 7/91 k. 8

IZindaba Ezingokwasezulwini

◆ NgoFebruary 11, 1991, iAssociation of Jehovah’s Witnesses yaseMozambique yathola ukuqashelwa okungokomthetho kulelozwe.

◆ Phakathi nenyanga kaMay sajabula ukuthumela amathani angu-25 ezinto zokusiza kubazalwane bethu nodade baseAngola. Ngaphezu kokudla, sathumela izinhlobonhlobo zemithi, kanye nenani elikhulu lezincwadi nomagazini ngesiPutukezi. Muva nje bafinyelele inani eliphakeme labamemezeli abangu-14 038 futhi baqhuba izifundo zeBhayibheli ezingaphezulu kakhulu kwezingu-40 000!

◆ IBandla LaseTzaneen kanye neBandla LaseBerea eGoli anikezela amaHholo awo OMbuso phakathi kuka-April noMay ngokwehlukana.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela