IZaziso
◼ Isipho sencwadi ngo-June: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila ngomnikelo ka-R9,00. Ngo-July: Noma iyiphi yezincwajana ezingangomagazini ezilandelayo ingase isetshenziswe: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi, ngomnikelo wamasenti angu-90 iyinye. Ngo-August nango-September: Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R9,00. Izincwadi ezincane zingu-R4,50.
◼ Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kumelwe abale izimali zebandla ngo-June 1 noma ngokushesha ngemva kwalokho. Yenzani isaziso ebandleni lapho lokhu sekwenziwe.
◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:
NgesiNgisi Eyezithulu: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela? (Lencwadi ibhalwe ngesiNgisi esenziwe saba lula esenzelwe ngokukhethekile izithulu.).