Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/93 k. 3
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
  • Ingxenye 5—Ofakazi Kuze Kube Sekugcineni Komhlaba
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
km 6/93 k. 3

IZindaba Ezingokwasezulwini

E-Albania: Kusukela ngo-December 1991 kuya ku-December 1992, inani labamemezeli landa lisuka ku-24 liya ku-107. Inani lezifundo zeBhayibheli lenyuka lisuka kwezine kuya ku-221 phakathi nenkathi efanayo.

ECentral African Republic: Ngo-January 20, 1993, uhulumeni wakhipha umthetho ovumela ukuqala kabusha kwemisebenzi yoFakazi BakaJehova ngokugcwele. Abazalwane lapho bayajabula ngokuthi manje bayakwazi ukusebenzisa amaHholo abo oMbuso nokukwazi ukuqhuba uMhlangano Wesigodi “Wabaphathi Bokukhanya” ngokukhululekile. Kwaba nengqikithi yabangu-4739 ababekhona emihlanganweni eyisithupha eyaqhutshwa, futhi kwabhapathizwa abangu-121.

ENingizimu Afrika: Amanye amabandla amathathu aye ajabula ngokunikezelwa kwamaHholo awo oMbuso amahle amasha. Lawa ngelaseMolweni (enyakatho yePinetown), eSweetwaters (eduze nasePietermaritzburg), nelaseLydenburg.

Kuze kube manje sekunikezelwe amaHholo OMbuso ayishumi nambili kulonyaka. Okwamanje amabandla angamashumi amabili nesikhombisa amatasa akha amaHholo awo oMbuso. Sikhuthaza bonke abahileleke kulemisebenzi ukuba baqhubeke nokuwusheshisa umsebenzi. Sibonga bonke abazalwane nodade abazimisele abasebenza kanzima kulomkhakha wenkonzo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela