Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/10 k. 6
  • ISimiso Sesonto Lika-May 31

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-May 31
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MAY 31
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
km 5/10 k. 6

ISimiso Sesonto Lika-May 31

ISONTO ELIQALA NGO-MAY 31

INgoma 114 (180)

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cf isahl. 5 ¶9-15

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Samuweli 16-18

No. 1: 2 Samuweli 17:1-13

No. 2: Isizathu Sokuba UJesu Abizwe Ngokuthi “INkosi Yesabatha” (Math. 12:8)

No. 3: Ingabe Kufanele Sidumise “Osanta” Njengabakhulumeli Bethu KuNkulunkulu? (rs k. 192 ¶5–k. 193 ¶2)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 35 (81)

5 imiz: Izaziso.

10 imiz: “Ubabonisile Yini Ukuthi Isifundo SeBhayibheli Siqhutshwa Kanjani Ekuhambeleni Kokuqala?” Inkulumo. Ngemva kokuchaza okusikiselwa esihlokweni, makube nomboniso.

20 imiz: “Indlela Yokuqeqesha Abasanda Kuhlanganyela Ukuba Bashumayele.” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo. Ngemva kokuxoxa ngesigaba 5, makube nomboniso womdala osebenza nommemezeli osanda kuhlanganyela. Ummemezeli wethula intshumayelo yakhe kodwa akazami ukufunda umBhalo. Lapho sebephumile endlini, umdala usikisela okuthile ngobuhlakani nangomusa, ekhuthaza ummemezeli ukuba asebenzise iBhayibheli lapho exoxa nabaninikhaya.

INgoma 22 (77)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela