Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
MAY 7-13
Singaphumelela kanjani
1. Ukwenza izimpindelo?
2. Ukuqalisa imizila kamagazini?
3. Ukuhlanganisa insimu yethu?
MAY 14-20
Singaqaliswa kanjani isifundo seBhayibheli
1. Nomninikhaya osemzileni wakho kamagazini?
2. Ensimini okuhanjiswe kuyo izincwadi eziningi?
3. Ngokusebenzisa iBhayibheli kuphela?
MAY 21-27
Singaphendula kanjani uma umninikhaya ethi:
1. “Ngijwayelene nomsebenzi wenu”? (rsZU k. 20)
2. “Kungani ningahileleki ekusizeni umphakathi?” (rsZU k. 214-5)
3. “Kungani uNkulunkulu evumela ububi obunjena?” (rsZU k. 230-1)
MAY 28–JUNE 3
Lapho ukhuluma nomninikhaya,
1. Ingasetshenziswa kanjani imibuzo ukuze imdonsele engxoxweni?
2. Ingasetshenziswa kanjani imifanekiso ukuze ivuse isithakazelo sakhe?
3. Singakubonisa kanjani ukuhlakanipha nokuhlonipha isikhathi sakhe?