Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
OCTOBER 1-7
Bukezani ISihloko Sengxoxo
1. Uyolethula kanjani iphuzu ngalinye?
2. Yimaphi amaphuzu akhethekile avela komagazini ohlela ukuwasebenzisa?
OCTOBER 8-14
Yini engenziwa
1. Ukuze ubone isithakazelo sangempela somninikhaya?
2. Uma isithakazelo singakuvumeli ukuhanjiswa kwesikhokhelo?
OCTOBER 15-21
Ukuhambisa omagazini
1. Umlungiselela kanjani umninikhaya ukuba alindele ukuthi uzobuya?
2. Kungani abaninikhaya bebadinga omagazini bethu?
OCTOBER 22-28
Isimo sengqondo esiqondile singalondolozwa kanjani
1. Ngesipho sesikhokhelo?
2. Ensimini esetshenzwa njalo noma engasetshenzwa njalo?
3. Ekunganakini okungokwenkolo?
OCTOBER 29–NOVEMBER 4
Uyokwenza kanjani
1. Ukulandelela isithakazelo lapho kuhanjiswe khona umagazini?
2. Ukuqalisa umzila kamagazini?
3. Ukuvusa isithakazelo ngencwadi ethi Intsha Iyabuza?