Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JULY 1-7
ISihloko Sengxoxo Esisha
1. Uyoyethula kanjani incwajana ethi “Bheka,”?
2. Uyosixhuma kanjani nencwajana oyisebenzisayo?
JULY 8-14
Amapheshana angasetshenziswa kanjani
1. Ekuzethuleni?
2. Lapho umninikhaya ematasa?
3. Ekuqaliseni isifundo ngokuhambela kokuqala?
JULY 15-21
Usebenzisa ukuqonda
1. Yini enganquma ukuthi uhlala isikhathi esingakanani endlini?
2. Uma umninikhaya ematasa, yini ongayisho ukuze uvule indlela yokuhambela kwesikhathi esizayo?
JULY 22-28
Lapho sihambisa izincwadi
1. Kungani kufanele sisebenzise isipho senyanga?
2. Kungani kufanele uphathe nezinye izincwadi?
JULY 29–AUGUST 4
Ukuze ulandelele isithakazelo
1. Kungani kubalulekile ukubhala ababonisa isithakazelo?
2. Yiziphi izici ezinqumayo ukuthi sizobuyela yini?