Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/11 k. 4
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Eziyisibonelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 6/11 k. 4

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala izifundo zeBhayibheli ngoMgqibelo wokuqala ku-July

“Abaningi baye baphindaphinda la mazwi atholakala eMthandazweni WeNkosi: ‘Umbuso wakho mawuze. Intando yakho mayenzeke nasemhlabeni, njengasezulwini.’ Ucabanga ukuthi uyini lowo Mbuso? [Lindela impendulo.] Leli vesi leBhayibheli lisinikeza umkhondo.” Funda uDaniyeli 2:44. Yibe usunika umninikhaya INqabayokulinda ka-July 1 bese nifunda futhi nixoxe ngendaba esesihlokwaneni sokuqala ekhasini 16. Mnike umagazini bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngempendulo yombuzo olandelayo.

INqabayokulinda July 1

“Ngenxa yokuthi ukuphila kufushane futhi kugcwele izinkinga, abaningi bayazibuza ukuthi iyini injongo yokuphila. Ingabe wake wacabanga ngalokho? [Lindela impendulo.] IBhayibheli lithembisa ukuthi ukuphila ngeke kuhlale kunje. [Funda IsAmbulo 21:4.] Lo magazini ukhuluma ngenjongo kaNkulunkulu ngomhlaba futhi unikeza nohlu lwezinto esingazenza ngisho namanje ukuze siphile ukuphila okunenjongo.”

Phaphama! July

Phawula ngenhlekelele esematheni kwabezindaba, bese uthi: “Ucabanga ukuthi kungani uNkulunkulu evumela izinto ezinjena ukuba zenzeke? [Lindela impendulo.] NgokweBhayibheli, uNkulunkulu uyazwelana nabahluphekayo. [Funda u-Eksodusi 3:7.] IBhayibheli lisitshela nokuthi kungani uNkulunkulu evumela ukuhlupheka nokuthi ngokushesha uzokuqeda unomphela. Lo magazini uyachaza.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela