Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/91 k. 8
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
km 4/91 k. 8

IZindaba Ezingokwasezulwini

◆ IAntigua yaba nenani eliphakeme labamemezeli abangu-274 ngoNovember, okuwukwanda ngamaphesenti angu-14.

◆ ILebanon yaba nomhlangano wayo wesigodi ngoNovember okwakukhona kuwo abangu-3794, futhi kwabhapathizwa abangu-111.

◆ Okuvelele embikweni wangoNovember ovela ePeru yingqikithi yamaphayona angu-8440. Lelinani limelela amaphesenti angu-24 abamemezeli boMbuso abakulelozwe.

◆ ITaiwan yaba nokwanda okungamaphesenti angu-9 ngoNovember kunabamemezeli abangu-1770 ababikayo. Baba nenani elisha eliphakeme lezifundo zeBhayibheli ezingu-2848.

◆ IThailand yaba nenani elisha eliphakeme labamemezeli abangu-1164 ngoNovember. Kwaba khona izifundo zeBhayibheli ezingu-1191 ezabikwa, ezingeziningi kakhulu kunoma imuphi umbhalo ogciniwe wangoNovember.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela