Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
AUGUST 5-11
Ukufakaza ngezincwajana
1. Kungani kumelwe uphathe ezihlukahlukene?
2. Yini engakusiza ukuba unqume ukuthi iyiphi ongayihambisa?
3. Uzoyihambisa kanjani incwajana?
AUGUST 12-18
Sizanani ekufakazeni njengeqembu
1. Isikhathi enisithatha nisuka kwenye indlu niya kwenye singasetshenziswa kanjani ngokuhlakanipha?
2. Abantu abahamba ndawonye bangahlanganyela kanjani bonke ekunikezeni ubufakazi?
AUGUST 19-25
Izifundo zeBhayibheli zingaqaliswa kanjani
1. Ngepheshana?
2. Ngencwajana?
3. Lapho kungahanjiswanga khona incwadi?
AUGUST 26–SEPTEMBER 1
Kungani kumelwe sihlome
1. Ngencwadi ethi Ukubonisana?
2. Ngamaphepha ombhalo wendlu ngendlu nangepeni?
3. Ngezinhlobonhlobo zamapheshana?