Izindaba Ezingokwasezulwini
◆ Sijabula kakhulu ukubika ukuthi kwanikezelwa amaHholo oMbuso angama-25 phakathi no-1989. Amabandla namaKomiti Okwakha Ezifunda ahilelekile kulokhu kwakha ayatuswa ngomsebenzi wawo onzima.
◆ IBrazil iphethe unyaka wenkonzo ka-1989 inabamemezeli abangu-266 720, ukwanda ngamaphesenti angu-17 ngaphezu kwesilinganiso sangonyaka odlule.