Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/89 k. 4
  • Izindaba EzingokwaseZulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izindaba EzingokwaseZulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
km 11/89 k. 4

Izindaba EzingokwaseZulwini

♦ EMihlanganweni Yesigodi “Yokuzinikela KuNkulunkulu” eyi-133 eyaba sensimini yegatsha laseUnited States, kwaba nenani eliphakeme lababekhona abayi-1 366 700 futhi kwabhapathizwa abayizi-18 011.

♦ lAmerican Samoa yaba nenani elisha eliphakeme labamemezeli abayi-155 ngoJune, ukwanda ngamaphesenti angama-35.

♦ IAntigua yaba nenani elisha eliphakeme labamemezeli abangama-238 ngoJune.

♦ Emihlanganweni yesigodi emithathu eBahamas kwaba khona abayizi-2 448, kwabhapathizwa abangama-48.

♦ ICyprus yabika inani layo eliphakeme lesithupha ngokulandelana, labayi-1 213 ababika ngoJune.

♦ IDominican Republic yaba nenani eliphakeme elisha labamemezeli abayizi-11 605 ngoJune, ukwanda ngamaphesenti ayi-10. Baba futhi nenani eliphakeme elisha lezifundo zeBhayibheli eziyizi-22 096.

♦ IFiji yaba nenani eliphakeme lama-54 ngokulandelana, kwaba nabamemezeli abayi-1 454 ababika ngoJune. Izifundo zabo zeBhayibheli zanda zafinyelela ezi-2 403, okuyinani eliphakeme lama-25 ngokulandelana.

♦ ITahiti yaba nokwanda ngamaphesenti ayi-18 ngoJune, yafinyelela abamemezeli abayi-1 005, inani labo eliphakeme lama-20 ngokulandelana.

♦ IVanuatu yaba nenani eliphakeme labamemezeli abayi-113 ngoJune, ukwanda ngamaphesenti angama-35.

♦ INtshonalanga Samoa yaba nenani elisha eliphakeme labamemezeli abayi-198 ngoJune, ukwanda ngamaphesenti angama-24.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela