Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/12 k. 4
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 9/12 k. 4

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-October

“Cishe uzovuma ukuthi ukuphila kubonakala kukufushane kakhulu. Ucabanga ukuthi ngelinye ilanga siyokwazi ukuqeda ukugula futhi siphile isikhathi eside? [Lindela impendulo.] Phawula okushiwo lapha.” Nika umninikhaya INqabayokulinda ka-October 1, bese nixoxa ngendaba esesihlokwaneni sokuqala ekhasini 16 nifunde nomBhalo okhonjiwe. Hambisa umagazini, bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngombuzo olandelayo.

INqabayokulinda October 1

“Sinihambele ukuze sixoxe nani ngendaba ekhathaza abaningi yokwanda kwenkohlakalo kwezamabhizinisi nakuhulumeni. Ucabanga ukuthi kukhona yini okungenziwa ngale nkinga? [Lindela impendulo.] Phawula okushiwo lapha ngalokho uJesu ayokwenzela izisulu zenkohlakalo. [Funda iHubo 72:12-14.] Lo magazini ubonisa indlela inkohlakalo ezophela ngayo maduzane.”

Phaphama! October

“Abazali abaningi bafuna ukuba abantwana babo bathole imfundo enhle. Ucabanga ukuthi intsha esanda kuphothula esikoleni kulezi zinsuku ikulungele kahle ukubhekana nezinselele zokuphila? [Lindela impendulo.] Phawula lokho okushiwo yiBhayibheli ngokubaluleka kokuthola ulwazi nokuhlakanipha. [Funda UmShumayeli 7:12.] Lo magazini unikeza amacebiso amahlanu awusizo okusiza izingane ziphumelele esikoleni.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela