IZindaba Ezingokwasezulwini
IBangladesh: Abamemezeli abangu-39 ababika ngoJune baba nesilinganiso samahora angu-17 enkonzweni yasensimini. Abazalwane ababili bokuqala bendawo abazomiswa njengamaphayona akhethekile basebenza neqembu elingalodwa.
ITopiya: Inani elisha eliphakeme labamemezeli abangu-3585 labika ngoJune.
ITurkey: Inokwanda kwamaphesenti angu-9 ngaphezu kwesilinganiso sangonyaka odlule, inani elisha eliphakeme labamemezeli abangu-1013 labika inkonzo yasensimini ngoJune.